Amathuluzi wokuhumusha

Mayelana Wikipedia

Amathuluzi wokuhumusha abalulekile ngoba uma ungumhumushi udinga into ezokhumbula owakuhusha ngaphambilini phecelezi (translation memory) eyaziwa kakhulu njenge TM, thina ngesizulu singakubiza lokhu njenge QH (umQondo wokuHumusha).

Amathuluzi wokuhumusha ahlukile ngoba awahumushi amadokhumende afanayo, sinamadokhumende ahlukile, wokuhumusha isofthiwe noma ama-PDF.

Amathuluzi wokuhumusha aziwayo:

Wordfast

Trados

Virtaal

Namanye nje amaningi.