Iboza

Mayelana Wikipedia

Iboza (ILatin: Tetradenia riparia), isihlahla esimila kwaZulu-Natali kanye naseMpumalanga, esisetshenziswa ngabalephi bendabuko ukwelapha.

Isihlahla seBoza KwaZulu-Natali

Ukusetshenziswa[hlela | Hlela umthombo]

Isihlahla seboza sisetshenziselwa ukulapha izifo ezinigi ebantwini okubalwa kuzo, uhudo, umkhuhlane kanye nezifo zofuba. Uma umuntu ephethwe ngumkhuhlane amahlamvu aso lesi sihlahla ayagxotshwa abiswe namanzi bese liyaphuzwa kanjalo. Lapho umuntu enenkinga yesisu amahlamvu ayagxotshwa ahlanganiswe namanzi, ekugcineni umuntu uyachatha ngalo noma aliphuze. Amahlamvu abuye asetshenziswe ukulapha umuntu ophethwe yikhanda, uyaye ahogeliswe amahlamvu aso lesis sihlahla.