Isi-Arabhu

Mayelana Wikipedia
Izindawo lapho kukhulunywa khona isi-Arabhu      Ulimi olusemthethweni olulodwa, iningi labantu likhuluma isi-Arabhu      Olunye lwezilimi ezisemthethweni, iningi labantu likhuluma isi-Arabhu      Olunye lwezilimi ezisemthethweni, idlanzana labantu likhuluma isi-Arabhu

Isi-Arabhu singolunye lwezilimi zase-Afrika nase-Asia esikhulunywa ngabantu abangaba yizigidi ezingama-422 (abomdabu nabangewona abomdabu). Sigesinye sezilimi ezinhlanu ezikhulunywa kakhulu emhlabeni. Njengamanje, amazwe angama-22 angamazwe angamalungu e-Arab League (kanye namazwe ayi-5 anikezwa isikhundla sokubuka) eyasungulwa eCairo ngo-1945.

Lolu uhlu lwamazwe angamashumi amabili nanhlanu lapho kukhulunywa khona isi-Arabhu njengolimi olusemthethweni.

# Izwe Inani labantu
1 i-Aljiria 34,895,000
2 iBharhileyini 807,000
3 iTshedi 10,329,208
4 iKhomorosi 691,000
5 IJibhuthi 864,000
6 iGibhithe 79,089,650
7 i-Eritrea 5,224,000
8 i-Iraki 31,234,000
9 iJodani 6,407,085
10 iKhuweyithi 3,566,437
11 iLebhanoni 4,224,000
12 iLibhiya 6,420,000
13 iMolithaniya 3,291,000
14 iMolokho 32,200,000
15 i-Omani 2,845,000
16 iPhalestayini 4,100,000
17 iKatari 1,696,563
18 iSawudi Alebhiya 25,731,776
19 iSomaliya 9,359,000
20 iSudani 43,939,598
21 iSiliya 22,505,000
22 iThunishiya 10,432,500
23 Umbuso Ohlangeneyo Arabhu 4,975,593
24 iSahara lasentshonalanga 341,000
25 ihhemeni 23,580,000
umbumbhatho 368,748,410

Ubheka futhi[hlela | Hlela umthombo]

Amakhasi amanye[hlela | Hlela umthombo]