Izingane Zoma

Mayelana Wikipedia

Izingane zoMa iqembu lomculo kamaskandi lasNquthu KwaZulu-Natali eNingizimu Afrika. Leli qembu linamalungu amathathu okubalwa kuwo uThandoluni Phungul ongumculo ophambili kube khona noBongekile Ngobese kanye Tholakele Ngobese abangabaculi. Amaculo aleli qembu ziqanjwa izelamani zakwaKhuzwayo okungu Shobeni kanye no Busani. UShobeni ubuye abe ngumdidyelei wezingoma zaleli qembu kuthi ubusani ushaya isingci.

Izingoma eziqavile[hlela | Hlela umthombo]

  • "Msholozi" 2006
  • "Mzilikaze kaMashobane" 2011 June
  • "Obama" (album) 2011 September
  • "uMalema" 2011 November