Michael Schumacher

From Wikipedia
Michael Schumacher

uMichael Schumacher noma uSchumi (wazalwa ngomhlaka 3 Januwali(ngoMasingane) 1969) ungumshayeli weFormula 1 osuka eJalimani. Okwamanje usehlanganyele neqembu le Mercedes GP, futhi umlingani ashayela naye nguNico Rosberg. Kusukela ngo1994 kuya ku1995 uSchumi wayengumpetha womhlaba neqembu le Benetton Formula. Ngomnyaka ka2000 kuze kufikele emnyakeni wa2004, uSchumi wayengumpetha womhlaba neqembu le Scuderia Ferrari.

Iqembu[hlela | edit source]

  • 1991: Jordan Grand Prix
  • 1991-1995: Benetton Formula
  • 1996-2006: Scuderia Ferrari
  • 2010-...: Mercedes Grand Prix

Link[hlela | edit source]