UKhisimusi
From Wikipedia
(Redirected from Ukhisimuzi)
Ukhisimusi isikhathi esiletha injabulo kubantu abaningi emhlabeni jikelele. Lesi sikhathi senza ukuba kube khona ukuhlangana nemindeni okudala yagcinana, Lmaoumad kuphunyulwe, futhi kuncokolwe. Kubazalwane ukhisimuzi usho usuku lapho uJesu Krestu azalwa ngalo. Uma sokusondele lesi sikhathi sibona ngemihlobiso emihle futhi ehlukahlukeni emigwaqeni, ezitolo, nasemakhaya.