Ukudla kwesiZulu
From Wikipedia
Ukudla kwesiZulu kwehlukahlukene, abanye abantu emakhaya abo bapheka ngezindlela ezihlukile kunezabanye. Kodwa kuningi esingakufunda ngalo mehluko. Ukudla kwesiZulu kumnandi kanti futhi kunomsoco. Ngiyathanda mina kwaZulu, ziningi izinto ezenzakalayo, ikhakhulu abantu abangazi lutho nge KwaZulu-Natal basuke bacabange ngodlame kuphela.