Insimbi

Mayelana Wikipedia
refer to caption
Insimbi, eboniswe lapha iyizimvingimvingi.

Insimbi iyinhlwa yevanga enophawu u- Fe kanye nenani lobuchwe elingama- 26. Iyinkimbi yeqembu lesi-8 lecansi lezinhlwa. Iyinhlwa eyinala kakhulu ngesisindo sayo emhlabeni, ngaphambidlana kwesOhwe, kulezo ezibumba umnyombo ongaphakathi womhlaba. Futhi iyinhlwa yesine eyinala egobohleni lomhlaba.