340ml
Appearance
| 340ml | |
|---|---|
| Umdabu |
Now based in IGoli, iRiphabliki yaseNingizimu Afrika |
| Izinhlobo | Experimental Tropical Pop, Dub, Alternative |
| Isikhathi | 2000 – present |
| Amaqembu |
Sheer Sound 340ml Music Arame Farpado |
| Amaviyo |
Tumi Molekane Tumi & The Volume |
| Members | |
|
Paulo Jorge Chibanga (Drums) Rui Soeiro (Bass) Tiago Correia-Paulo (Guitar) Pedro Pinto (Vocals and Melodica) | |
i340ml yiqembu lomculo elidabuka eMaputo, ezweni lase Mozambique, neselizinze eGoli, eNingizimu Afrika. Babuye badlaliswe ngelokuthi "Jozambican". Bacula izinhlobo eziningi zomculo, kubalwa kuzo iJazz, Dub, Ska, Afro-jazz kanye neReggae.[1][2][3] Lokho kwenza kube nzima kakhulu ukuqondanisa leliqembu nohlobo olulodwa lomculo ngoba indlela elenza ngayo ayijwayelekile neze. Indlela abacula ngayo iye ichazwe njengepholile futhi enomuzwa wase Afrikha. Ibuye futhi inongwe kakhulu ngezithako zomculo wase Latin, bese kuthayiselwa kancane ngomculo we Marrabenta. uJean Barker (umgxeki womculo wakwa "Chanel24.co.za") lomculo wabo uye awuchaze ngokuthi "uzwakala kangcono kunomsindo wokuvuleka kukabhiya elangeni elishisayo."[1][2][3]
References
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ | 340ml - Moving (CD, Album) at Discogs| 7 May 2010
- ↑ | 8 Musicians Who Will Make You Rethink World Music| 7 May 2010}}
- ↑ Archived 2008-10-02 at the Wayback Machine. | Ghetto Ruff Records| 7 May 2010