Ama-Amanzimtoti
Appearance
| Ama-Amanzimtoti |
|---|
I-Amanzimtoti, eyaziwa ngokuthi I-Toti, futhi ebuye idume ngokuthi I-seManzimtoti, iyidolobha elisogwini eningizimu yeTheku eKwaZulu-Natal, e Ningizimu Afrika. Lelidolobha litholakala ngasogwini lweSapphire. Lelidolobha liphinde laziwe futhi kakhulu ngesimo sezulu salo esifudumele namabhishi amaningi. Futhi lelidolobha lithandwa kakhulu yizivakashi, ikakhulukazi ngabakhudi abashaya igagasi