Amalungelo
Ummomo
Amalungelo ayizimiso ezingokomthetho, ezingokwenhlalo, noma zokuziphatha zenkululeko noma ilungelo; okungukuthi, amalungelo ayimithetho eyisisekelo mayelana nalokho okuvunyelwe kubantu noma okukweletwa abantu ngokusho kwesimiso esithile esokomthetho, isivumelwano sezenhlalo, noma umchachiso wokuziphatha.[1] Amalungelo awumqondomsuka obalulekile emthethweni nasezimweni zokuziphatha, ikakhulukazi imichachiso yobulungisa kanye ne-deontology.
Umlando wemibango yomphakathi uvame ukubandakanya imizamo yokuchasisa nokuchaza kabusha amalungelo. Ngokwe-Stanford Encyclopedia of Philosophy, "amalungelo ahlela isimo sikahulumeni, okuqukethwe yimithetho, nesimo ukuziphatha njengoba siqondwa njengamanje".[1]
- 1 2 Wenar, Leif (July 9, 2007). "Rights". Stanford Encyclopedia of Philosophy. Stanford University. Kulandwe ngomhlaka 2009-12-21.
Rights dominate most modern understandings of what actions are proper and which institutions are just. Rights structure the forms of our governments, the contents of our laws, and the shape of morality as we perceive it. To accept a set of rights is to approve a distribution of freedom and authority, and so to endorse a certain view of what may, must, and must not be done.