Jump to content

Esinejonqa

Kubuya ku Wikipedia

Esinejonqa yisilwane esi-bilaterian ngaphansi kwengxenye yomhibatho ezinejonqa. Zonke ezinejonqa, ngesikhathi esithile phakathi nesigaba sazo sobuchifiza noma sobudala, zinezzinkondolo ezinhlanu zomzimba ezihlukile ( ama-synapomorphies ) ezizihlukanisa nezinye izinhlobo: ijonqa eqolo (notochord), ijonqa lemizwa elihohomba emhlane, i -endostyle noma i-thyroid, imivimbo ye-pharyngeal, kanye nomsila we-post- anal . [1]

  1. Freeborn, Michelle (2015-01-01). Roberts, Clive Douglas; Stewart, Andrew L.; Struthers, Carl D., eds. The fishes of New Zealand. Two. Te Papa Press. p. 6. ISBN 978-0-9941041-6-8. Archived from the original on 29 August 2024. Kulandwe ngomhlaka 29 May 2024. Unknown parameter |url-status= ignored (help)