Jump to content

Freddy Gwala

Kubuya ku Wikipedia

UFreddy Gwala ungumculi wasINingizimu Afrika owazalelwa ISoweto, eGoli, eNingizimu Afrika. Waqala umsebenzi wakhe njengomculi eSoweto.

Wasungula i-Zumba, uhlobo lomculo waseNingizimu Afrika, ekuqaleni kwawo-1970.[1][2][3][4] Waqala umsebenzi wakhe womculo nabafowabo[5] ngonyaka we-1973 ngemuva kokwakha iqembu elibizwa ngokuthi yi-Pure Gold. Uphinde wasungula elinye iqembu elibizwa ngePlatform One. Uphinde wafaka isandla kuma-albhamu abaculi abahlukahlukene abanjengoBrenda Fassie nabanye abaculi.[6][1][7][8][9][10]

Ngo-October 2023, uGwala wakhipha i-albhamu yakhe ye-19, I-iparole, IBulawayo, Izimbabwe.[3][11][12] Ngesikhathi sokukhululwa kwe-albhamu, wavakashela iVictoria Falls.[13] Ezinye zezingoma zakhe ezithandwayo yi- "Amadamara", "Tshidi S'khelekhele", "Matshidiso" ne- "Ngiboshiwe".[3][14][15][16]

UGwala wazalwa ngo-6 October 1961 eSoweto, eGoli. Waziwa ngokwakha uhlobo lwe- "Zumba" lomculo wase-Afrika, okuyinhlanganisela yomculo we-soul ne-disco. Enye yezingoma zakhe ezithandwayo zalolu hlobo yi- "Amadamara".

UGwala wachitha iminyaka eyishumi ejele ngenxa yokweba izimoto ngawo-1980.[17] Watshela iphephandaba i-Daily Sun ukuthi umculo wasindisa ukuphila kwakhe nokuthi akasafuni ukwenza ubugebengu ngoba ijele liyizihogo.

Udala ama-albhamu ayshumi nesishiyagalombili kusukela ngonyaka we-1990, lapho ekhipha i-albhamu yakhe yokuqala, enesihloko esithi I-Amadamara.[18][3]

Ngo-2023, uGwala wadingiswa ngemuva kokufika esikhumulweni sezindiza saseJoshua Mqabuko Nkomo eZimbabwe ngaphandle kwemvume yokusebenza.[19][20] Ngo-2010 futhi, kwakufanele adlale e-Ibumba Festival eBulawayo kodwa wenqatshwa ngenxa yokungabi nemvume yokusebenza.

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. 1 2 Manjeya, Yamkeleka. "Musical legend Freddie Gwala teams up with Lindough to reimagine fan-favourite song". City Press (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  2. ↑ Bambalele, Patience. "Music legend Gwala credits his success, longevity to his love for the people". SowetanLIVE (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  3. 1 2 3 4 "Freddy Gwala To Launch New Album In Bulawayo - News Report Zimbabwe". News Report Zimbabwe - News That Matters (in i-English). 8 October 2023. Archived from the original on 2023-11-15. Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  4. ↑ admin (2023-05-10). "The legendary Freddie Gwala makes a comeback to reignite Zumba music". Tzaneen Voice (in i-English). Archived from the original on 2023-11-15. Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  5. ↑ "Gift Gwala was a composer of note". SowetanLIVE (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  6. ↑ "Freddie Gwala sends solidarity message to Highlanders".
  7. ↑ "Freddie Gwala - Shikisha Mahala (CD)". www.loot.co.za. Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  8. ↑ "The Chronicle - Breaking news". Kulandwe ngomhlaka 30 March 2024.
  9. ↑ halexaxination (2023-11-02). "HBK Live Act & Freddy Gwala - Amadamara - Download Audio Mp3 UMKULO". UMKULO: Amapiano/Hip Hop/House - South Africa (in i-English). Archived from the original on 2023-11-15. Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  10. ↑ "The Catch Up [STUDIO]: Freddy Gwala - #The Drive Connection". omny.fm (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  11. ↑ "The Chronicle - Breaking news". Archived from the original on 12 October 2023. Kulandwe ngomhlaka 30 March 2024.
  12. ↑ "Freddy Gwala To Launch Album In Zim – ZimEye" (in i-English). 7 October 2023. Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  13. ↑ "The Chronicle - Breaking news". Kulandwe ngomhlaka 30 March 2024.
  14. ↑ Import, Pongrass (2019-04-21). "AwonMnyuzik makes music with veteran musician". Southern Courier (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  15. ↑ "The Chronicle - Breaking news". Kulandwe ngomhlaka 30 March 2024.
  16. ↑ says, Rhona (2023-06-02). "Bubble gum music legend Freddy Gwala finally gets recognition in South Africa –after a long time of being ignored - CityLife Arts" (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  17. ↑ DUBE, AARON. "Freddie Gwala - I used to steal cars!". Daily Sun (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  18. ↑ "Freddy Gwala to launch album in Zimbabwe | ZBC NEWS".
  19. ↑ Radio, Nehanda (2012-12-04). "Freddy Gwala deported from Zimbabwe". Nehanda Radio (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2023-11-15.
  20. ↑ "The Chronicle - Breaking news". Archived from the original on 19 January 2024. Kulandwe ngomhlaka 30 March 2024.