Hans Christian Andersen

Mayelana Wikipedia

Hans Christian Andersen (2 ngoMbasa 1805 – 4 ngoNcwaba 1875), umbhali waseDenmark. Wayeyaziwa kakhulu ngezindaba eziningi ayezibhalela izingane. Imibhalo yakhe iye yahunyushwa ngezilimi ezingu-125. Ezinye zezindaba zakhe ezidumile ziye zenziwa njengamadrama, ama-ballet kanye nefilimu.