Jump to content

Orlando Pirates F.C.

Kubuya ku Wikipedia
(Redirected from I-Orlando Pirates F.C.)
Orlando Pirates
Full name Orlando Pirates Football Club
Short name Pirates
Founded 1937, as Orlando Boys Club
Ground Orlando Amstel Arena
Ground Capacity 37,313[1]
Chairman Irvin Khoza
Manager Abdeslam Ouaddou
League South African Premiership
2025–26 Ompetha
Orlando_pirates_fans_8

I-Orlando Pirates ebizwa ngokuthi amabhakabhaka noma ezimnyama ngenkani, yiqembu lebhola lezinyawo elizinze e -Orlando, eSoweto elidlala emncintiswaneni webhola lezinyawo osezingeni eliphezulu eNingizimu Afrika owaziwa nge -Betway Premiership. Leli qembu imvamisa lidlala imidlalo yalo yasekhaya enkundleni yase-Orlando kwesikamaMinzela eSoweto.[2]

Leli qembu lasungulwa ngonyaka we-1937 khona e-Orlando, eSoweto.[3] Amabhakabhaka ayiqembu lokuqala selokhu kwaqala umncintiswano wesigaba esiphezulu (PSL) NGOWE-1996, ukua linqobe izindebe ezintathu ezinkulu ngokulandelana ngomdumbu owodwa, njengoba lanqoba indebe yesigaba esiphezulu yakwa-ABSA, indebe yakwaNedank, kanye nendebe Yesiphohlongo Esiphezulu yakwa-MTN, kusadlalelwa indebe yesigaba esiphezulu yakwa-ABSA ngomdumbu wezi-2010-2011.[4] Kwaba elinya lamaqembu amabili aseNingizimu Afrika likanye neMamelodi Sundowns, akwazi ukunqoba umqhudelwano weCAF, abawunqoba ngowe-1995 futhi bacishe bawunqoba ngowezi-2013.[5]

Iqembu elaphuma isibili kumqhudelwano we-CAF wezi-2015 nowezi-2021-2022.[6]

Leli qembu selinqobe umncintiswano wesigaba esiphezulu (PSL) izikhathi ezilithoba kanye nezindonda ezingama--90 ngokuphelele kuhlanganisa nezindebe ezilishumi zaseNingizime Afrika.[7] Ngowezi-2025 kwaa iqembu lokuqala elanqoba imidlalo yamanqamu yomncintiswano wakwa-MTN izikhathi ezine ngokulandelana.[8][9][10]

uMlando wesigaba esiphezulu

[hlela | Hlela umthombo]
Key
Ompetha
Isibili
Indawo yesithathu
kusaqhutshwa
umdumbu Ibanga uMlando
Imidlalo edlaliwe Enqotshiwe Ngokulingana Ebahlulile Amanqaku abashayile Amanqaku abangenele Umehluko wamanqaku Amaphuzu
1996–97 3rd 34 18 10 6 43 27 16 57
1997–98 3rd 34 15 12 7 52 33 19 57
1998–99 3rd 34 17 9 8 55 28 27 60
1999–2000 2nd 34 18 10 6 72 36 36 64
2000–01 Ompetha 34 16 13 5 60 34 26 61
2001–02 3rd 34 15 12 7 43 31 12 57
2002–03 Ompetha 30 18 7 5 41 16 25 61
2003–04 5th 30 13 11 6 45 30 15 50
2004–05 2nd 30 17 9 4 52 29 23 60
2005–06 2nd 30 14 12 4 39 24 15 54
2006–07 5th 30 12 10 8 36 30 6 46
2007–08 8th 30 12 6 12 38 30 8 42
2008–09 2nd 30 15 10 5 37 20 17 55
2009–10 5th 30 10 14 6 26 18 8 44
2010–11 Ompetha 30 17 9 4 41 23 18 60
2011–12 Ompetha 30 17 7 6 39 26 13 58
2012–13 3rd 30 14 10 6 39 23 16 52
2013–14 4th 30 13 7 10 30 22 8 46
2014–15 4th 30 13 11 6 46 29 17 50
2015–16 7th 30 11 8 11 38 30 8 41
2016–17 11th 30 6 15 9 29 40 -11 33
2017–18 2nd 30 15 10 5 41 26 15 55
2018–19 2nd 30 15 12 3 44 24 20 57
2019–20 3rd 30 14 10 6 40 29 11 52
2020–21 3rd 30 13 11 6 33 22 11 50
2021–22 6th 30 10 14 6 34 28 6 44
2022–23 2nd 30 16 6 8 40 21 19 54
2023–24 2nd 30 14 8 8 44 26 18 50
2024–25 2nd 28 19 4 5 43 20 23 61
2025–26 Ompetha 30 21 6 3 58 12 46 69


Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Orlando Stadium sponsored by Lafarge". Stadium Management SA. Archived from the original on 25 December 2017. Kulandwe ngomhlaka 4 May 2018. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  2. Ditlotlhobolo, Austin (23 June 2021). "How did Orlando Pirates get their name?". Goalpedia. Archived from the original on 23 June 2021. Kulandwe ngomhlaka 17 November 2023. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  3. "History – Chapter 1: A)Orlando Pirates are famously known for being the first South African team to win the African Champions League in 1995. BUILDING THE HOUSE OF PIRATES (1937–59)". OrlandoPiratesFC.com. Orlando Pirates FC. Archived from the original on 28 July 2011. Kulandwe ngomhlaka 15 May 2010. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  4. "Orlando Pirates clinch treble". News24. Archived from the original on 30 June 2017. Kulandwe ngomhlaka 12 August 2011. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  5. "al-ahly-s-eighth-star-in-2013". al-ahly-s-eighth-star-in-2013 (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2025-01-06.
  6. "CAF Confederations Cup live scores, results, Football Africa - FlashScore". flashscore.com. Archived from the original on 4 December 2015. Kulandwe ngomhlaka 24 May 2022. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  7. "Trophy Cabinet". Orlando Pirates Football Club. Archived from the original on 6 February 2023. Kulandwe ngomhlaka 6 February 2023. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  8. "Tshegofatso Mabasa & Relebohile Mofokeng strike late as Orlando Pirates beat Stellenbosch FC to clinch historic MTN8 title | Goal.com". www.goal.com (in i-English). 2024-10-05. Kulandwe ngomhlaka 2024-10-05.
  9. "History for Orlando Pirates! Super-subs Tshepang Moremi and Tshegofatso Mabasa lead the Buccaneers to fourth-consecutive MTN8 title with victory over Stellenbosch | Goal.com South Africa". www.goal.com (in i-English). 2025-09-13. Kulandwe ngomhlaka 2025-09-13.
  10. "Orlando Pirates' dynasty grows with historic fourth consecutive MTN8 triumph". News24 (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2025-09-14.