IKhanda
Appearance
Ikhanda liyingxenye yesiphili evame ukuba nezindlebe, ubuchopho, ibunzi, izihlathi, isilevu, amehlo, ikhala, nomlomo, ngakunye okuwusioa emisebenzini eyahlukene yezinzwa enjengokubona, ukuzwa, ukuhogela, nokunambitha . Ezinye izilwane ezilula kakhulu zingase zingabi nekhanda, kodwa izinhlobo eziningi ezilinganayo zombili zinayo, kungakhathaliseki ukuthi zingakanani.