INcwali
INcwali ngumuntu umsebenzi wakhe uhlanganisa ukuncwela noma ukuhlobisa izinwele ukuze ashintshe noma alondoloze ummomo womuntu. Lokhu kufezwa kusetshenziswa inhlanganisela yokubheca izinwele, ukugunda izinwele, kanye namasu okulungisa izinwele. Umlungisi wezinwele angabizwa nangokuthi ' umgundi wezinwele'.
By country
[hlela | Hlela umthombo]
Ngokomsebenzi, ukugunda nokuluka izinwele kulindeleke ukuthi kunyuke ngokushesha kunokwesilinganiso seminye imisebenzi, ku-20%. Abagundi nabaluki bezinwele badinga ilayisensi kahulumeni ukuze basebenze,nezmfuneko ezihlika ngokwezifundazwe.Ngokuvamile umuntu onesifiso sokulungisa izinwele kumele abe nediploma yesikole samabanga aphezulu noma i-GED, okungenani abe neminyaka eyi-16 ubudala, futhi athole iziqu esikoleni sokugunda izinwele esinelayisensi kahulumeni noma esikoleni se-cosmetology. Izinhlelo zesikhathi esigcwele zivame ukuhlala izinyanga eziyi-9 noma ngaphezulu, okuholela kwidigri yokubambisana. Ngemuva kokuba abafundi baqede uhlelo lokuqeqeshwa, bathatha ukuhlolwa kokuthola ilayisensi kahulumeni, okuvame ukuba nokuhlolwa okubhaliwe, kanye nokuhlolwa okusebenzayo kokwenza izitayela zezinwele noma ukuhlolwa ngomlomo. Abalungisi nabagundi bezinwele kufanele bakhokhele amalayisense, futhi ngezinye izikhathi amalayisensi kufanele avuselelwe. Ezinye izifundazwe ziyabavumela abenzibezinwele naba gunda izinwele ukuthi basebenze ngaphandle kwe layisensi entsha, kuyilapho ezinye zidinga ilayisensi elisha. Cishe u-44% wabenzi bezinwele bazisebenzela bona, ngokujwayelekile basebenza amahora angama-40 ngamasonto, futhi ngisho nangaphezulu phakathi kwabaqashi abazimele. Ngo-2008, amaphesenti angu-29 abalungisi bezinwele basebenzisa isikhathi esithize, kanti-14 wamaphesenti ayenezinhlolo eziguquguqukayo kusukela ngo-2008, abantu abasebenza nje ngabalungisi bezinwele babecishe babe ngu-757,700 ngo-2018. Ngesikhathi sobhubhane lwe-COVID-19, abalungisi bezinwele e-United States baba ochwepheshe abazimele kunokuba babe ngabasebenzi ngenani elikhuphukayo okuyinto eyaphinde yabangela ukwanda kwezinhlelo zokusebenza zokhubhuka kanye nokuphathwa kwebhizinisi endaweni yokusebenzela. [1] Ngo-2022, ngokusho kwe-Professional Beauty Association, iningi lamabhizinisi ahlobene ne-salon angaba yizigidi ezingu-1.2 e-United States lazimele.[1] Iningi lala mabhizinisi embonini lingabesifazane.[1]

Modern hairdressing
[hlela | Hlela umthombo]
Abanye abenzi bezinwele bagxila ezinsizakaleni ezithile, njengochwwepheshe bokufaka imibala ezinweleni .[2][3]
- 1 2 3 4 5 6 Lebsack, Lexy (2022-04-22). "Many Stylists Don't Want to Work Full-Time at Salons Anymore — What Does That Mean for Your Haircut?". Allure (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-15.
- ↑ Baptista, Penny (2009). Hair to Dye For: A Hair Colorist's Secrets Revealed (in i-English). iUniverse. ISBN 978-0-595-52483-9.
- ↑ Krupp, Charla (2008-01-02). How Not to Look Old: Fast and Effortless Ways to Look 10 Years Younger, 10 Pounds Lighter, 10 Times Better (in i-English). Grand Central Publishing. ISBN 978-0-446-51106-3.