Jump to content

INdebe Yamazwe ase-Afrika Yabesifazane

Kubuya ku Wikipedia
INdebe Yamazwe ase-Afrika Yabesifazane
Abahlelembi CAF
Wasugulwa 1998
Isifunda Africa
Amaqembu 16 (kusuka kowezi-2026)
Current Ompetha  Nigeria (10 izicoco)[1]
Ompetha kaningi  Nigeria (10 izicoco)
Isizindalwebu https://www.cafonline.com/totalenergies-womens-africa-cup-of-nations/
INdebe Yamazwe ase-Afrika Yabesifazane yowezi-2026

}}

INdebe Yamazwe ase-Afrika Yabesifazane ebizwa nangokuthi (WAFCON), eyaziwa nangegama labaxhasi elithi INdebe Yamazwe ase-Afrika Yabesifazane yakwaTotalEnergies phambilini eyayibizwa ngokuthi Umqhudelwano wabesifazane wase-Afrika, ungumqhudelwano ofika emva kweminyaka emibili kanobhutshuzwayo wabesifazane ohlelenjwa INhlangano Kanobhutshuzwayo Yase-Afrika kusukela ngowe-1998 njengowokuhlungelwa ukufaneleka INdebe Yomhlaba Yabesifazane yeFIFA yamazwe ase-Afrika. Waqalwa njengomqhudelwano wokuhlungelwa ukufaneleka wasekhaya nasekuhambeni, kodwa ngowe-1998 wahlelwa kabusha njengomqhudelwano wangemva kweminyaka embili futhi wethiwa ngegama lawo lamanje ngohlelo lowezi-2016.

ElaseNigeriya yilona elanqoba ukwedlula amanye emlandweni walomqhudelwano selokhu waba mkhulu kusukela kowe-1998, njengoba lanqoba izicoco ezilishumi kuze kube manje.[2] Elase-Equatorial Guinea lanqoba njengabasingathi bomqhudelwano ngowezi-2008 nangowezi-2012. ElaseNingizimu Afrika lanqoba ngowezi-2022 laba izwe lesithathu ukunqoba lomqhudelwano. IMorroko, iGhana, neKhameruni amazwe akwazi ukufika kwelamanqamu omqhudelwano. ElaseNigeriya lingompetha bamanje, njengoba lawunqoba ngowezi-2024.

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. ↑ "Nigeria produce stunning comeback to beat Morocco and win 10th WAFCON title". CAF. Kulandwe ngomhlaka 26 July 2025.
  2. ↑ "MATCH FACTS: Nigeria start TotalEnergies CAF WAFCON campaign against Tunisia". MATCH FACTS: Nigeria start TotalEnergies CAF WAFCON campaign against Tunisia (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2025-07-19.