INdebe YoMhlaba yeFIFA yowezi-2026
| INdebe YoMhlaba yeFIFA yowezi-2026 FIFA World Cup 2026 | |
|---|---|
|
| |
| Imininingwane yomqhudelwano | |
| Izwe elisingethe |
Khanada Meksiko Melika |
| Izinsuku | June 11 – July 19 |
| Amaqembu | 48 (from 6 confederations) |
| Izinkundla | 16 (in 16 host cities) |
| Template:AlignTemplate:Align | |
INdebe Yomhlaba ye-FIFA yowezi-2026 kuzoba yiNdebe Yomhlaba ye-FIFA yama-23, umqhudelwano webhola likanobhutshuzwayo labesilisa lamazwe olwenzeka emva kweminyaka emine okuqhudelana kuwo amaqembu esizwe ezinhlangano ezingamalungu e- FIFA. Lo mqhudelwano uzoqala ngoJuni zili-11 kuya kuJulayi zili-19, wezi-2026. Uzosingathwa ngokubambisana yizidlavela eziyishumi nesithupha—ishumi nanye eMelika, ezintathu zaeMexico, kanye nezimbili zaeKhanada. Lo mqhudelwano uzoba yiNdebe Yomhlaba yokuqala ye-FIFA ukusingathwa amazwe amathathu, kanye neyokuqala ukufaka amaqembu angama-48, ukwanda kusuka kwangama-32 ngaphambilini.
Isicelo esiBumbene sowezi-2026 sinqobe isicelo seqembu eliphikisayo laseMorocco ngesikhathi sokuvota kokugcina eNgqungqutheleni yama-68 ye-FIFA eMoscow. Kuzoba yiNdebe Yomhlaba yamadoda yokuqala kusukela ngowezi- 2002 ukuba isingathwe amazwe ngokubambisana. Njengoba yake yasingatha imiqhudelwano yangowe-1970 nango -1986, iMeksiko izoba yizwe lokuqala ukusingatha noma ukusingatha ngokubambisana iNdebe Yomhlaba yabesilisa kathathu. ElaseMelika layisingatha iNdebe Yomhlaba yamadoda ngaphambilini ngowe -1994 . Ngokuphambene nalokho, kuzoba okokuqala iKhanada isingatha noma ibamba kanyekanye umqhudelwano wabesilisa. Lo mcimbi uzobuyela ohlelweni lwawo lwendabuko lwasehlobo lwaseNyakatho Nenkabazwe ngemuva kokuba iNdebe Yomhlaba yowezi-2022 eQatar ibanjwe ngendlela ekhethekile ngoNovemba nangoDisemba.
Njengoba amazwe asingathayo, iKhanada, iMeksiko, neMelika wonke efaneleka njengabasingathi. ICape Verde, iCuraçao, iJordan, ne -Uzbekistan zizodlala okokuqala kwiNdebe Yomhlaba. I-Argentina ingumpetha ovikelayo, njengoba inqobe isicoco sayo sesithathu seNdebe Yomhlaba ngowezi-2022.
Isimiso nokwanda
[hlela | Hlela umthombo]
Umqondo wokwandisa umqhudelwano wawusikisilwe kusukela ngowezi-2013 ngumongameli we-UEFA wangaleso sikhathi uMichel Platini, kanye nangowezi-2016 ngumongameli we-FIFA uGianni Infantino. Amaqhwamelala esiphakamiso athi inani lemiqatho edlalwayo lase lisezingeni elingamukeleki, futhi ukuyandisa kuzonciphisa izingabunjalo lemiqatho, nokuthi isinqumo sasiqhutshwa yiminako yezombusazwe hhayi yezemidlalo, besola u-Infantino ngokusebenzisa isithembiso sokuletha amazwe amaningi eNdebeni Yomhlaba ukuze anqobe ukhetho.
Kusukela kulolu hlelo, iNdebe Yomhlaba ye-FIFA yandiswe yaba namazwe angama-48, ukwanda ngamazwe ali-16 uma kuqhathaniswa nemincintiswano eyisikhombisa edlule. Amazwe azohlukaniswa ngamaqoqo ayishumi nambili anamazwe amane, amazwe amabili aphezulu eqoqweni ngalinye kanye namazwe ayisishiyagalombili alele isithathu azoqhubekela emzuliswaneni omusha wama-32, njengoba kuvunywe uMkhandlu weFIFA ngoMashi 14, 2023. Lokhu kulindeleke ukuthi kube ukuqala kokukhula kanye noguquko lwesimiso kusukela ngo-1998 .
Inani eliphelele lemiqatho edlalwayo lizokhuphuka lisuka kwengama-64 liye kwengama-104, kanti inani lemiqatho ezodlalwa amazwe afinyelela kusandulela owamanqamu lizokhuphuka lisuka kweyisi-7 liye kweyisi-8. Lo mqhudelwano uzothatha izinsuku ezingama-39, ukwanda kusuka ezinsukwini ezingama-32 zemiqhudelwano wezi-2014 nowezi- 2018 . Izwe ngalinye lisazodlala imiqatho emithathu yamaqoqo.
Kuhlolwe ezinye izimiso zokunweba
[hlela | Hlela umthombo]Ukwandiswa kwamazwe angama-48 kwase kuvunyelwe ngoJanuwari zili-10, wezi-2017, lapho kwanqunywa khona ekuqaleni ukuthi umqhudelwano uzohlanganisa amaqoqo ali-16 amazwe amathatu, kanye nemiqatho engama-80 iyonke, kanye namazwe amabili aphezulu eqenjini ngalinye aqhubekela phambili emzuliswaneni wama-32. Ngaphansi kwalolu hlobo lesimiso, inani eliphezulu lemiqathoo yezwe ngalinye belizohlala liyi-7, kodwa izwe ngalinye belizodlala umqatho owodwa weqoqo omncane kunangaphambili. Umqhudelwano ubuzoqhubeka uqedwe zingakapheli izinsuku ezingama-32. Lesi simiso sakhethwa ekuqaleni kunezinye iziphakamiso ezintathu, kusukela kumazwe angama-40 kuya kwangama-48, kusukela kumidlalo engama-76 kuya kwangama-88, nokuthi kusukela kumqatho owodwa kuya kwemine okungenani eqoqweni ngalinye.
Abagxeki balesi simiso bathi ukusetshenziswa kwamaqoqo amazwe amathathu anamazwe amabili athuthukayo kwandisa kakhulu ingozi yokuhlangana phakathi kwamazwe. [1] Lokhu kwashukumisela i-FIFA ukuthi iphakamise ukuthi ukukhahlelwa emlotheni kusetshenziswale ukuvimbela ukulingana esigabeni samaqembu, yize noma kunjalo ingozi yokuhlangana ingasasele, futhi kungenzeka ukuthi amazwe alahlekelwe ngamabomu ekukhahleleni emlotheni ukuze kukhishwe iqhwemalala. Ukuze kuxazululwe lezi zinkinga, i-FIFA yaqhubeka nokucabangela ezinye izindlela - umdludlungu owaphela ngesimemezelo sowezi-2023 sokuthi uhlobo luzoba amaqoqo ayi-12 anamazwe amane-4.
Amazwe
[hlela | Hlela umthombo]Ukuhlungela nokufaneleka
[hlela | Hlela umthombo]
Amazwe esicelo esibumbene amathathu ayelindele ukuthi vele wona azofaneleka njengabasingathi bomqhudelwano.[2] Mhla zingama-31 kuAugust wezi2022, umengameli weFIFA uGianni Infantino waqinisekisa ukuthi amazwe ayisithupha enhlangano iCONCACAF azofaneleka ukudlala iNdebe YoMhlaba, kanye neKhanada, iMelika neMeksiko njengabasingathi.[3][4] Lokhu kwaqinisekiswa uMkhandlu weFIFA mhla zili-14 kuFebruary wezi-2023.[5][6]
Masinyane ngaphambi kweNgqungquthela yeFIFA yama-67, uMkhandlu weFIFA wagunyaza ukwabiwa kwezikhala emhlanganweni owawuseManama, eBahrain.[7][8] Lokhu kwakuhlanganisa umqhudelwano wokuhlungelwa Wamazwe Omhlaba onamaqembi ayisithupha okuzokhethwa amabili kuwo ukuze avale izikhala ezimbili ezisele zeNdebe YoMhlaba.[9]
Emazweni angama-48 afanelekayo, angama-25 ayekhona kuNdebe YoMhlaba yowezi-2022:
- Amazwe iCape Verde, iCuraçao, [10] iJordan, neUzbekistan[11] azoba isileke kuNdebe YoMhlaba.
- IQatar ingene kumqhudelwano futhi yafaneleka okokuqala, njengoba ngaphmbili yadlala ngenxa yokusingatha owezi-2022.[12]
- IDR Congo neHaiti, amazwe abuyela emqhudelwaneni emva kokuvela emqhudelwaneni weNdebe YoMhlaba yowe-1974.[10][13]
- Elase-Iraq libuyela kumqhudelwano njengoba lagcina ukuvela kuNdebe YoMhlaba yowe-1986.[14]
- Amazwe iAustria, iNorway,[15] neScotland abuyela kumqhudelwano emva kokuvela kuNdebe YoMhlaba yowe-1998.[16]
- ElaseTurkey liyaqala ukufaneleka selokhu laphuma isithathu kuNdebe YoMhlaba yowezi-2002.[17]
- Izwe iCzech Republic nalo liyabuya njengoba lagcina ukudlala kuNdebe YoMhlaba yowezi-2006.[18]
- Amazwe iNew Zealand]], iParaguay neNingizimu Afrika akhuza ibuya njengoba agcina ukudlala kuNdebe YoMhlaba yowezi-2010.[19][20]
- Amazwe iAlgeria, iBosnia neHerzegovinia ne-Ivory Coas akwazile ukufaneleka njengoba agcina ukudlala kuNdebe YoMhlaba yowezi-2014.
- Amazwe iColombia, iGibhithe, iPanama, neSweden azobuya njengoba aphuthelwa iNdebe YoMhlaba yowezi-2022.
Phezu kwalokho, izwe lase-Italiya elingompetha izikhathi ezine ngeke libe khona njengoba likhishwe elaseBosnia naseHerzegovina sekukhahlelwa emlotheni, nokwalenza laba ompetha abahlumbayo ukudlala kuNdebe YoMhlaba izikhathi ezintathu zilandelana.[21] Lahlumba nangonyaka wezi-2018 nowezi-2022.
Amaqembu esizwe afanelekayo, ngokwezifunda:
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzayo iAFC (9)
Australia
Iran
Iraq
Japan
Jordan (Isileke)
Qatar
Saudi Arabia
South Korea
Uzbekistan (isileke)
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzwayo iCAF (10)
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzwayo iCONCACAF (6)
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzwyo iCONMEBOL (6)
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzwayo iOFC (1)
Amazwe eNhlangano Kanobhutshuzwayo iUEFA (16)
Austria
Belgium
Bosnia and Herzegovina
Croatia
Czech Republic
England
France
Germany
Netherlands
Norway
Portugal
Scotland
Spain
Sweden
Switzerland
Turkey
.
Isigaba samaqoqo
[hlela | Hlela umthombo]Isigaba samaqoqo sizodlalwa kusuka zili-11 kuJuni kuya zingama-27 kuJuni.[22] Amazwe ancintisanayo ahlukaniswe ngamaqoqo alishumi nambili anamazwe amane (amaqoqo A - L), lapho amazwe ezodlalela ukudlulela emzuliswaneni wesibili. Kulemidlalo, amazwe azonikwa amaphuzu amathathu lapho enqobe, iphuzu elilodwa uma eedlala ngokulingana, izwe uma edliwa. Ekupheleni kwemidlalo yamaqoqo, amaazwe aphezulu eqoqweni ngalinye, kanye namazwe alele isithathu ayisiphohlongo aphezulu kuwo wonke amaqoqoq, azodlulela esigabeni somkhumulajezi.
Ukukleliswa kwamazwe eqoqweni ngalinye kuzonqunywa amaphuzu azuzwe kuyo yonke imidlalo. Uma amazwe amabili noma ngaphezulu elingana ngamaphuzu, kuzosetshenziswa indinganiso elandelayo ukuwaklelisa:[23]
Uma, emva kokusebenzisa indinganiso ezingaphezulu (a - c), amazwe asabambene ngamaphuzu, indinganiso (a - c) izosetshenziswa kabusha emazweni asabambene ukuze akleliswe okokugcina. Uma lenqubo ingalethi isisiombululo, kuzotshenziswa indinganiso (d - h) elandelayo.
|
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 3 | 0 | 0 | 6 | 0 | +6 | 9 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 1 | -1 | 4 | |||
| 3 | 3 | 1 | 0 | 2 | 2 | 3 | -1 | 3 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 1 | 2 | 2 | 6 | -4 | 1 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 7 | 3 | +4 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 1 | 1 | 1 | 8 | 3 | +5 | 4 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 5 | 6 | -1 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 1 | 2 | 2 | 10 | -8 | 1 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 7 | 1 | +6 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 2 | 1 | 0 | 6 | 3 | +3 | 7 | |||
| 3 | 3 | 1 | 0 | 2 | 1 | 4 | 3 | 3 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 2 | 8 | -6 | 0 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 0 | 1 | 8 | 4 | +4 | 6 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 2 | 0 | 4 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 4 | -2 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 1 | 0 | 2 | 3 | 5 | -2 | 3 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 0 | 1 | 10 | 4 | +6 | 6 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 2 | 0 | 1 | 4 | 2 | 2 | 6 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 2 | -0 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 2 | 1 | 1 | 9 | -8 | 1 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 10 | 4 | +6 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 1 | 2 | 0 | 7 | 3 | +4 | 5 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 7 | 7 | 0 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 2 | 12 | -10 | 0 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 1 | 2 | 0 | 6 | 2 | +4 | 5 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 0 | 2 | 0 | 5 | 3 | +2 | 5 | |||
| 3 | 3 | 0 | 3 | 0 | 3 | 3 | 0 | 3 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 1 | 2 | 4 | 10 | -6 | 1 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 5 | 0 | +5 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 0 | 3 | 0 | 2 | 2 | 0 | 3 | |||
| 3 | 3 | 0 | 2 | 1 | 3 | 4 | -1 | 2 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 2 | 1 | 1 | 5 | -4 | 2 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GD | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 3 | 0 | 0 | 10 | 2 | +8 | 9 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 2 | 0 | 1 | 8 | 7 | +1 | 6 | |||
| 3 | 3 | 1 | 0 | 2 | 8 | 6 | -2 | 3 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 1 | 12 | -11 | 0 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 3 | 0 | 0 | 8 | 1 | +7 | 9 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 1 | 1 | 1 | 6 | 6 | 0 | 4 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 5 | 7 | -2 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 3 | 8 | -5 | 0 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 4 | 1 | +3 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 0 | 2 | 0 | 6 | 1 | +5 | 5 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 4 | 3 | +1 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 2 | 11 | -9 | 0 | |||
| Indawo | Iqembu lesizwe | Ply | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | 3 | 2 | 1 | 0 | 6 | 2 | +4 | 7 | Adlulela emzuliswaneni olandelayo | ||
| 2 | 3 | 2 | 0 | 1 | 5 | 5 | 0 | 6 | |||
| 3 | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 2 | 0 | 4 | lingadlula nayisi-8 | ||
| 4 | 3 | 0 | 0 | 3 | 0 | 4 | -4 | 0 | |||
Ukukleliswa kwamazwe aphume isithathu
[hlela | Hlela umthombo]| Indawo | Iqoqo | Iqembu lesizwe | Pld | W | D | L | GF | GA | GD | Pts | ukufaneleka | |
|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|---|
| 1 | K | 3 | 1 | 1 | 1 | 4 | 3 | +1 | 4 | Azoya kumkhumulajezi | ||
| 2 | K | 3 | 1 | 1 | 1 | 7 | 7 | 0 | 4 | |||
| 3 | L | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 2 | 0 | 4 | |||
| 4 | E | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 2 | 0 | 4 | |||
| 5 | B | 3 | 1 | 1 | 1 | 5 | 6 | -1 | 4 | |||
| 6 | J | 3 | 1 | 1 | 1 | 5 | 7 | -2 | 4 | |||
| 7 | D | 3 | 1 | 1 | 1 | 2 | 4 | -2 | 4 | |||
| 8 | I | 3 | 1 | 0 | 2 | 8 | 6 | +2 | 3 | |||
| 9 | G | 3 | 0 | 3 | 0 | 3 | 3 | 0 | 3 | khumbule ekhaya | ||
| 10 | A | 3 | 1 | 0 | 2 | 2 | 3 | -1 | 3 | |||
| 11 | C | 3 | 1 | 0 | 2 | 1 | 4 | -3 | 3 | |||
| 12 | H | 3 | 0 | 2 | 1 | 3 | 4 | -1 | 2 | |||
Umzuliswano womkhumulajezi
[hlela | Hlela umthombo]Lona kuzoba umqhudelwano wokuqala ozoba nomzuliswano wamashumi amathathu nambili omusha. Isigaba somkhumulajezi sizodlalwa ngosongozo lomgwabulo, kusuka ngomzuliswano wamashumi amathathu nambili mhla zingama-28 kuJune kufika kumdlalo wamanqamu mhla zili-19 kuJuly. Ngosuku olwandulela olwamanqamu, kuzodlalwa umdlalo wendawo yesithathu phakathi kwamazwe amabili ahluleke kwisandulela manqamu ukuze akleliswe ngokulandelana. Esigabeni somkhumulajezi, uma kudlalwe ngokulingana ngesikhathi esibekiwe somdlalo, kuzongenwa esikhathini esengeziwe semizuzu engama-30. Uma amazwe esalingana ngamanqaku ekupheleni kwesikhathi esengeziwe, ibhola lizokhahlelwa lisemlotheni ukuze kunqunywe umnqobi. q1
Umzuliswano wabangamashumi amathathu nambili
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| June 28, 2026
12:00 p.m. UTC− |
0-1 |
SoFi Stadium, Inglewood | ||
| June 29, 2026
12:00 p.m. UTC− |
2-1 |
NRG Stadium, Houston | ||
| June 29, 2026
4:30 p.m. UTC− |
1-1 (sekukhahlelwa emlotheni 3-4 |
Gillette Stadium, Foxborough | ||
| June 29, 2026
7:00 p.m. UTC−6 |
1-1 (sekukhahlelwa emlotheni 2-3) |
Estadio BBVA, Guadalupe | ||
| June 30, 2026
12:00 p.m. UTC−5 |
1-2 |
AT&T Stadium, Arlington | ||
| June 30, 2026
5:00 p.m. UTC−4 |
3-0 |
MetLife Stadium, East Rutherford | ||
| June 30, 2026
7:00 p.m. UTC−6 |
2-0 |
Estadio Azteca, Mexico City | ||
| July 1, 2026
12:00 p.m. UTC−4 |
2-1 |
Mercedes-Benz Stadium, Atlanta | ||
| July 1, 2026
1:00 p.m. UTC−7 |
3-2 (esengeziwe) |
Lumen Field, Seattle | ||
| July 1, 2026
5:00 p.m. UTC−7 |
2-0 |
Levi's Stadium, Santa Clara | ||
| July 2, 2026
12:00 p.m. UTC−7 |
3-0 |
SoFi Stadium, Inglewood | ||
| July 2, 2026
7:00 p.m. UTC−4 |
2-1 |
BMO Field, Toronto | ||
| July 2, 2026
8:00 p.m. UTC−7 |
2-1 |
BC Place, Vancouver | ||
| July 3, 2026
1:00 p.m. UTC−5 |
1-1 (2-3 sekukhahlelwa emlotheni) |
AT&T Stadium, Arlington | ||
| July 3, 2026
6:00 p.m. UTC−4 |
3-2 (esengeziwe) |
Hard Rock Stadium, Miami Gardens | ||
| July 3, 2026
8:30 p.m. UTC−5 |
1-0 |
Arrowhead Stadium, Kansas City |
Umzuliswano wayishumi nesithupha
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| July 4, 2026
12:00 p.m. UTC−5 |
0-3 | NRG Stadium, Houston | ||
| July 4, 2026
5:00 p.m. UTC−4 |
0-1 | Lincoln Financial Field, Philadelphia | ||
| July 5, 2026
4:00 p.m. UTC−4 |
1-2 | MetLife Stadium, East Rutherford | ||
| July 5, 2026
6:00 p.m. UTC−6 |
2-3 | Estadio Azteca, Mexico City | ||
| July 6, 2026
2:00 p.m. UTC−5 |
0-1 | AT&T Stadium, Arlington | ||
| July 6, 2026
5:00 p.m. UTC−7 |
1-4 | Lumen Field, Seattle | ||
| July 7, 2026
12:00 p.m. UTC−4 |
3-2 | Mercedes-Benz Stadium, Atlanta | ||
| July 7, 2026
1:00 p.m. UTC−7 |
0-0 (4-3 sekukhahlelwa emlotheni) | BC Place, Vancouver |
Umzuliswano wayisiphohlongo
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| July 9, 2026 | 2-0 | Gillette Stadium, Foxborough | ||
| July 10, 2026 | 2-1 | SoFi Stadium, Inglewood | ||
| July 11, 2026
5:00 p.m |
1-2 (esengeziwe) | Hard Rock Stadium, Miami Gardens | ||
| July 11, 2026 | 3-1 (esengeziwe) | Arrowhead Stadium, Kansas City |
Isandulela amanqamu
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| July 14, 2026
2:00 p.m |
0-2 | AT&T Stadium, Arlington | ||
| July 15, 2026
3:00 p.m. UTC−4 |
1-2 | Mercedes-Benz Stadium, Atlanta |
Indawo yesithathu
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| July 18, 2026
5:00 p.m |
4-6 | Hard Rock Stadium, Miami Gardens |
Amanqamu
[hlela | Hlela umthombo]| Usuku | Izwe | Amanqaku | Izwe | Inkundla |
|---|---|---|---|---|
| July 19, 2026 | 1-0 (esengeziwe) | MetLife Stadium, East Rutherford |
Izibalomniningo
[hlela | Hlela umthombo]Ukukleliswa kwamaqembu
[hlela | Hlela umthombo]Umklomelo wemali
[hlela | Hlela umthombo]Ngo-April 2026, iFIFA yakuqinisekisa ukuthi imiklomelo yawo wonke amazwe, ehlanganisa isibalo samaqembu andisiwe kulomqhudelwano kuzoba izigidi ezingama-$871 , esiphinda kabili imiklomelo yomqhudelwano odlule. Kulesi sibalo, imali eyizigidi ezingama-$671 izokwabiwa ngokomqhogoyo wamazwe, bese izigidi ezisele ezingama-$200 zizonikezwa amaqembu ngokudlala kwawo. Izwe ngalinye elifanelekayo lathola imali eyizigidi ezi-2.5 yokuthi likwazi ukuzilungiselela, uma zihlanganisa lemali naleyo yesigaba samaqoqo, isama esincane esitholwe izwe siyizigidi ezili-$12.5 izwe elinqobayo lona lithole izigidi ezingama-$52.5 .[24][25][26]
| Indawo | Amazwe | Inani (ngezigidi zaseMelika) | |
|---|---|---|---|
| izwe ngalinye | Isamba | ||
| Umpetha | 1 | $50 | $50 |
| Isibili | 1 | $33 | $33 |
| Isithathu | 1 | $29 | $29 |
| Isine | 1 | $27 | $27 |
| Aphume kumzuliswano wayisiphohlogo | 4 | $19 | $76 |
| Aphume kumzuliswano wayishumi nesithupha | 8 | $15 | $120 |
| Aphume kumzuliswano wangama-32 | 16 | $11 | $176 |
| Aphume esigabeni samaqoqoq | 16 | $10 | $160 |
| Total | 48 | $671 | |
Izinkundla
[hlela | Hlela umthombo]NgoJune 16, wezi-2022, izidlavela ezili-16 (ezimbili eKhanada, ezintathu eMeksiko, ezili-11 eMelika) zamenyezelwa iFIFA: Atlanta, Boston, Dallas, Guadalajara, Houston, Kansas City, Los Angeles, Mexico City, Miami, Monterrey, New York/New Jersey, Philadelphia, San Francisco Bay Area, Seattle, Toronto, neVancouver.[27] Ieziyisiphohlongo kulezo ezakhethwa zinesinandimbumbulu (artificila turf) okuzodingeka ukuba sisuswe bese kufakwa isinandi eswutshani bangempela ngokweziqondiso zeFIFA nocwaningo olwenziwa ithimba lenyuvesi yaseTennessee.[28][29][30]
Izinkundla ezine (ezise-Atlanta, Dallas, Houston, nase-Vancouver) ziyizinkundla ezinophahla, ezisebenzisa uphahla olugoqekayo, zonke ezifakwe uhlelo lokulawula isimo, bese eyesihlanu, eseLos Angeles, ivuleke ngengenezi kodwa inophahla oluluntwentwe futhi ayinalo uhlelo lokulawula.[31] Inkundla okuzabanjelwa kuyo owamanqamu, eseNew Jersey, yamenyezelwa iFIFA mhla zizine kuFebruari 2024.[32]
Nakuba zikhona izinkundla zebhola likanobhutshuzwayo eKhanada naseMelika, inkundla enkulu yebhola eseMelika ebizwa Geodis Park ise-Nashville, eTennessee, inezihlalo eziyizi-30,000, futhi iyasilela ezimfunekweni zeFIFA zezihlalo eziyizi-40,000 (inkundla eseToronto iBMO Field iyakhuliswa ukuze ibe nezihlalo eziyizi-45,500).[33] Kuzosethsenziswa izinkundla ezivame ukubamba imiqhudelwano yebhola lezinyawo laseMelika.[34][35]
Inkundla yaseMexico City iyona kuphela ezobe isesiqongweni kula mazwe amathathu, njengoba inkundla yaseWshingyon D.C ingakulungele ukuba isingathe lemidlalo.[36] Nakuba izidlavela eziyisiphohlongo ezizosingatha imidlalo zake zayisingatha ngampili, iyodwa inkundla ezophinde isingathe imidlalo yomqhudelwano kulezo ezake zayisingatha, ibizwa Estadio Azteca, futhi yasingatha imidlalo ngowe-1970 nowe-1986; ayikho inkundla eyasetshenziswa ngeNdebe YoMhlaba yowe-1994 izosethsenziswa kulomqhudelwano.[37]
- Inkundla yaseDallas
- Inkundla yaseMexico City
- Inkundla yaseNew Jersey
- Inkundla yaseAtlanta
- Inkundla yaseKansas City
- Inkundla yaseHouston
- Inkundla yaseLos Angeles
- Inkundla yaseFiladelfiya
- Inkundla yaseSeattle
- Inkundla yaseBoston
- Inkundla yaseMiami
- Inkundla yaseVancouver
- Inkundla yaseMonterrey
- Inkundla yaseGuadalajara
- Inkundla yaseToronto
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Guyon, Julien (April 30, 2020). "Risk of Collusion: Will Groups of 3 Ruin the FIFA World Cup?". Journal of Sports Analytics. 6 (4): 259–279. doi:10.3233/JSA-200414.
- ↑ "United 2026 bid book" (PDF). united2026.com. Archived from the original (PDF) on September 15, 2021. Kulandwe ngomhlaka April 30, 2018. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "Presidente de la FIFA confirma cantidad de plazas de Concacaf para el Mundial de 2026". ESPN Deportes (in isi-Spanish). August 31, 2022. Archived from the original on September 22, 2022. Kulandwe ngomhlaka October 18, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Vargas, Dinia (August 31, 2022). "Infantino anuncia cuántos cupos tendrá la Concacaf para el Mundial de 2026". CRHoy.com (in isi-Spanish). Archived from the original on August 31, 2022. Kulandwe ngomhlaka October 18, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "FIFA Council highlights record breaking revenue in football". FIFA. February 14, 2023. Archived from the original on February 14, 2023. Kulandwe ngomhlaka February 14, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "FIFA confirms U.S., Mexico, Canada automatically in '26 World Cup". Reuters. February 14, 2023. Archived from the original on February 15, 2023. Kulandwe ngomhlaka February 14, 2023. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "Bureau of the Council recommends slot allocation for the 2026 FIFA World Cup". FIFA. March 30, 2017. Archived from the original on June 19, 2022. Kulandwe ngomhlaka August 5, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "World Cup 2026: Fifa reveals allocation for 48-team tournament". BBC. March 30, 2017. Archived from the original on March 30, 2017. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "FIFA Council prepares Congress, takes key decisions for the future of the FIFA World Cup". FIFA. May 9, 2017. Archived from the original on June 18, 2017. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - 1 2 Wilson, Jonathan. "Curaçao complete fairytale with battling draw in Jamaica to qualify for World Cup". The Guardian. Kulandwe ngomhlaka November 19, 2025.
- ↑ Millar, Colin (June 5, 2025). "Uzbekistan, Jordan qualify for World Cup for first time". The Athletic. The New York Times. ISSN 0362-4331. Kulandwe ngomhlaka November 19, 2025.
- ↑ "Qatar and Saudi Arabia qualify for 2026 World Cup". ESPN. Associated Press. October 14, 2025. Kulandwe ngomhlaka October 15, 2025.
- ↑ Williams, Ian (March 31, 2026). "Tuanzebe sends DR Congo back to World Cup after 52 years". BBC Sport. Kulandwe ngomhlaka March 31, 2026.
- ↑ Luckings, Steve (March 31, 2026). "Iraq beat Bolivia to qualify for 2026 Fifa World Cup". The National News. Kulandwe ngomhlaka March 31, 2026.
- ↑ "Norway Qualifies for 2026 World Cup and Sends Italy To Dreaded Playoff". Fox Sports. November 16, 2025. Kulandwe ngomhlaka November 16, 2025.
- ↑ "Austria, Belgium, Scotland, Spain and Swiss reach World Cup". FIFA. Kulandwe ngomhlaka November 19, 2025.
- ↑ "Kosovo 0–1 Türkiye highlights: Türkiye qualify for 2026 World Cup finals after play-off win". UEFA. March 31, 2026. Kulandwe ngomhlaka March 31, 2026.
- ↑ "Czechia 2–2 Denmark highlights (3–1 on pens): Czechia book 2026 World Cup spot with play-off final win". UEFA. March 31, 2026. Kulandwe ngomhlaka March 31, 2026.
- ↑ "The Boys are back in town". FIFA. October 14, 2025. Kulandwe ngomhlaka November 19, 2025.
- ↑ Bailey, Michael (March 30, 2026). "The odds are stacked against New Zealand, the World Cup's lowest-ranked team. But they are chasing history". The Athletic. The New York Times. Kulandwe ngomhlaka April 9, 2026.
- ↑ Bandini, Nicky (March 31, 2026). "Italy miss out on World Cup again after Bosnia and Herzegovina's shootout triumph". The Guardian. Kulandwe ngomhlaka April 3, 2026.
- ↑ "Scores & Fixtures". FIFA. Kulandwe ngomhlaka December 10, 2025.
- ↑ "FIFA World Cup 2026 Regulations" (PDF). FIFA. May 2025. Archived from the original (PDF) on June 23, 2025. Kulandwe ngomhlaka June 7, 2025. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "FIFA Council increases record financial distribution for FIFA World Cup 2026". FIFA. Archived from the original on April 30, 2026. Kulandwe ngomhlaka May 3, 2026. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Sharma, Pooja (May 3, 2026). "2026 FIFA World Cup Prize Money: How Much Will the Champions Really Earn?". World Cup Local Time. Archived from the original on June 3, 2026. Kulandwe ngomhlaka May 3, 2026. Unknown parameter
|orig-date=ignored (help); Unknown parameter|url-status=ignored (help) - ↑ "World Cup 2026: What is the prize money?". BBC Sport (in i-English). June 24, 2026. Archived from the original on June 25, 2026. Kulandwe ngomhlaka June 24, 2026. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "FIFA unveils stellar line-up of FIFA World Cup 2026 Host Cities". FIFA. June 16, 2022. Archived from the original on June 16, 2022. Kulandwe ngomhlaka June 16, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "Bringing UT's Turfgrass Expertise to FIFA World Cup 26". UT Knoxville. Kulandwe ngomhlaka April 25, 2026.
- ↑ Henry, Genevieve (April 22, 2026). "MSU Turf Management Program provides grass for World Cup". The State News. Kulandwe ngomhlaka April 25, 2026.
- ↑ Trey Rogers, John N.; Guevara, Jackie Lyn A.; Sorochan, John; Bearss, Ryan (April 20, 2026). "We designed the turf for soccer's biggest World Cup ever – here's how we created the same playing experience across 3 countries". The Conversation. Kulandwe ngomhlaka April 25, 2026.
- ↑ Tannenwald, Jonathan (November 2, 2022). "FIFA goes to college to study how to grow grass indoors for the 2026 men's World Cup". The Philadelphia Inquirer. Archived from the original on November 7, 2022. Kulandwe ngomhlaka November 6, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Bonagura, Kyle (February 4, 2024). "2026 World Cup final set for MetLife Stadium, USMNT kicks off in L.A." ESPN. Archived from the original on February 4, 2024. Kulandwe ngomhlaka February 4, 2024. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Cattry, Pardeep (April 22, 2021). "Toronto FC to expand BMO Field to host 2026 World Cup matches". Major League Soccer. Archived from the original on November 24, 2022. Kulandwe ngomhlaka November 24, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ "World Cup 2026 host cities confirmed: What you need to know about the 16 venues". ESPN. June 16, 2022. Archived from the original on November 7, 2022. Kulandwe ngomhlaka November 6, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Jones, J. Sam (June 16, 2022). "Your guide to 2026 World Cup stadiums and locations in the US, Mexico and Canada". MLSsoccer.com. Archived from the original on November 7, 2022. Kulandwe ngomhlaka November 6, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help) - ↑ Platt, Oliver (September 7, 2017). "Rogers Centre removed from list of potential World Cup 2026 venues". Waking The Red (in i-English). Kulandwe ngomhlaka October 21, 2025.
Mosaic Stadium and TD Place Stadium do not currently meet the minimum-capacity requirement
- ↑ Booth, Chuck; Gonzalez, Roger (June 17, 2022). "FIFA World Cup 2026 host cities: Los Angeles, New York/New Jersey among top venues; Washington D.C. snubbed". CBS Sports. Archived from the original on June 27, 2022. Kulandwe ngomhlaka June 27, 2022. Unknown parameter
|url-status=ignored (help)