IZiqiwu Zikazwelonke zaseNingizimu Afrika
| File:SANParks logo.svg | |
| Imininingwane ngohlaka | |
|---|---|
| Ukusungulwa | 1926 |
| Igunyandawo | South Africa |
| Ikomkhulu | 643 Leyds Street, Muckleneuk, Pretoria, Gauteng, South AfricaTemplate:Break25°45′59″S 28°12′8″E / 25.76639°S 28.20222°E |
| Abasebenzi |
4,027 (permanent) 1,405 (temporary)[1] |
| Isabelomali | R2.046 billion |
uNgqongqoshe ophethe |
|
Isikhulu esigunundayos |
|
UMnyango ongamele |
UMnyango Wezamahlathi, Ezokudoba Nesimondawo |
Key document |
|
| Isizindalwebu | www.sanparks.org |
| Map | |
![]() | |
IZiqiwu Zikazwelonke zaseNingizimu Afrika- (South African National Parks -SANParks) yindikimba ephethe iziqiwu zikazwelonke zaseNingizimu Afrika. I-SANParks yasungulwa ngowe-1926, futhi namuhla ilawula iziqiwu zikazwelonke ezingama-21 nezindawo zolwandle ezivikelwe ezili-10, okuyisamba samakhilomitha-skwele ayizi-4,4595..[2][3][4][lower-alpha 1]
Iningi leziqiwu zihlinzeka abantu ngezindawo zokulala ezihlukene. Isiqiwu esaziwa kakhulu sibizwa ISiqiwu Sikazwelonke sikaKruger (Kruger National Park), okungesidala (samenyezelwa ngowe-1898), nesikhulu, esingamakhilomitha-skwele ayizi-20,000. Isiqiwu Sikazwelonke sikaKruger Kanye neSiqiwu Sikazwelonke seNtaba yeSithebe yizona esiheha izivakashi eziningi eNingizimu Afrika.[6]
Nakuba zingahlonzwanga njengeZiqiwu Sikazwelonke, Izindawo ezivikelwe zikhona, nazo zibizwa ngeziqiwu zemvelo neziqiwu zezinyamazane.
Uhlu leziqiwu ezilawulwa abakwaSANParks
[hlela | Hlela umthombo]Uhlu olulandelayo olweziqiwu esihlonzwe njengeZiqiwu Sikazwelonke zaseNingizimu Afrika:[7]
Izindawo iziqiwu zikazwelonke ezikuzo
[hlela | Hlela umthombo]
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ South African National Parks Annual Report 2015/16 (PDF). South African National Parks. p. 125. ISBN 978-0-621-44439-1. Kulandwe ngomhlaka 23 August 2017.
- ↑ South African National Parks Annual Report 2024/25 (PDF). South African National Parks.
- ↑ South Africa National Parks. "Brief History". SANParks. Kulandwe ngomhlaka 19 June 2019.
- ↑ South African National Parks Annual Report 2015/16 (PDF). South African National Parks. p. 6. ISBN 978-0-621-44439-1. Kulandwe ngomhlaka 26 August 2017.
- ↑ South African National Parks Annual Report 2015/16 (PDF). South African National Parks. p. 15. ISBN 978-0-621-44439-1. Kulandwe ngomhlaka 26 August 2017.
- ↑ "National Parks Tourism Income Breaks the Half-a-billion Rand Barrier". Siyabona Africa. Kulandwe ngomhlaka 18 June 2024.
- 1 2 3 "About Us: Nature's Best!". South African National Parks. Kulandwe ngomhlaka 22 August 2017.
- ↑ "/Ai /Ais-Richtersveld Transfrontier Park". Peace Parks Foundation. 21 April 2017. Kulandwe ngomhlaka 22 August 2017.
- ↑ "/Ai-/Ais Hot Springs Game Park". Ministry of Environment and Tourism Namibia. Kulandwe ngomhlaka 25 August 2017.
- ↑ "Amendment Notice: consultation on the Notice of Intention to declare certain properties situated in the Eastern cape Province as a New National Park with the name "Grassland National Park"" (PDF).
- ↑ "Kgalagadi Transfrontier Park". Peace Parks Foundation. 10 July 2017. Kulandwe ngomhlaka 25 August 2017.
- ↑ House of Assembly Debates, cols 4366-81, 31 May 1926.
- ↑ Stevenson-Hamilton, James (1993). South African Eden: The Kruger National Park 1902–1946. Struik Publishers. ISBN 978-1-86825-343-2.
- ↑ "Marakele NP" (PDF). Archived from the original (PDF) on 2024-06-27. Kulandwe ngomhlaka 2026-09-10.
- ↑ Groenkloof and Graspan/Vaalbos are declared national parks in legislation but are not operationally functional national parks.[5]
<ref> tags exist for a group named "lower-alpha", but no corresponding <references group="lower-alpha"/> tag was found.