Ihhashi

Ihhashi
Ihhashi isilwane esincelisayo esikhulu esifuywayo esinezinselo eziqinile ,esikusiza ukuba sithatha kulendawo okuyo sikubek endawen ofuna ukuyakuyo .futhi siphinde sisebenziswe abantu abalisayo ukuza bangahambi kakhulu.[1]
zinezinwele ezinde imisila kanye nezinselo eziqinile ,zinamehlo amakhulu kunanoma yisipha isilwane esincelisayo sasemhlabeni,okuzinika umbono ongu 360,yize zinezindawo ezingaboni ngqo ngaphambile nangemumva.[2]
ihhashi liyasebenza futhi kwezemidlalo ngoba kunokuba nemimncintshiswano abantu begcine besizakal ukuba bathole imali yokuziphilisa , futhi liyasiz ukwenza ezinye izinto zama siko kanjengoba ama suthu enza ngalo if enza umsebenzi.[3]
lona ihhashi lihlala endawen enezihlahla futhi kdala lalisebenziswa zindaweni if kunezimpi phakathi kwabantu abamnyama naba mhlophe .[4]
umthombo wolwazi
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ "Horse | National Geographic". Animals (in i-English). 2011-06-10. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-27.
- ↑ "Description and Physical Characteristics of Horses - Horse Owners". MSD Veterinary Manual (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-27.
- ↑ Equine, Gladiator (2025-10-30). "How Horses Shaped Culture: From Ancient Warriors to Modern Society". Gladiator Equine (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-27.
- ↑ "The war horses". Royal Horse (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-27.