Jump to content

Ihlosi

Kubuya ku Wikipedia
Lesi isithobe seBhubesi

iBhubesi

Uhlobo lwesilwane oluhlala endle okanye ehlathini,libizwa ngokuthi inkosi yezilwane,ibhubesi linoboya ebusweni.Lesisilwane sidla inyama kuphela.lesi isilwane esinamandla kakhulu.siyakwazi ukulwa sinqobe sfuthi sizihlule ezinye izilwan.lesisilwane siphila ngemihlambi.[1]

iBhubesi linomubala onsundu kanti futhi linemilenze emine,linezinzipho ezicijile ezisebenzisayo uma ihlasela noma izingela ezinye izilwane,izibulale bese iyadla.abesifazane bavame ukuzingela bodwa[2]

ibhubesi likati lasendle futhi likhulu.Ibhubesi lentombazane alinabo uboya kanti elesilisa linoboya obuzungeza ubuso.ibhubesi linamazinyo amakhulu kane nezidladla elizisebenzisa uma lizingela ezinye izilwane.ibhubesi linezwi elikhulu elibhongayo ukuze kwaziwe indawo yalo,litholakala kwisifundazwe sakwa KwaZulu Natal.[3]

ibhubesi aliyibheki into ephefumulayo kuba ukukubona nj lihlasele kungaba umuntu noma isilwane kasikhethi.ibhubesi lesifazana alinazo izinwele noma iziboya.ibhubesi liyazingela.linesibindi,liyayinqoba impi lilodwa uma lihlaselwa ngezinye izilwane.liyakwazi ukulinda isikhathi eside ngaphambi kokuthi lihlasele.[4]

umthombo wolwazi

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Lions: Learn about the big cat that is the king of the jungle". www.ducksters.com. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
  2. Bales, Rebecca (2020-01-31). "Lion". A-Z Animals (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
  3. "How can you tell if a lion is male or female? – The Institute for Environmental Research and Education" (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.
  4. "any living or breathing thing is food in a lion". Bing (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-28.