Jump to content

Ikhabe

Kubuya ku Wikipedia

I gama lami ngingu Matsheni.

Ikhabe

Ikhabe


Ikhabe liyisithelo esidliwayo esithandwa kakhulu emazweni amaningi emhlabeni,ikakhulukazi e-Africa nasezindaweni ezishisayo.[ [1]Draft page 1 ]Liyingxenye yomndeni wezihlahla ezaziwa ngokuthi ama-cucurbitaceae,okuhlanganisa amakhabe ,amakhukhamba namathanga.Ikhabe linekhasi eliluhlaza ngaphandle kanti ngaphakathi livame ukuba nombala obomvu noma uphuzi,linezinhlamvu ezimnyama noma ezinsundu.

Umsuka Nezindawo Ezikhula kuzo

Ikhabe kuthiwa laqala ukukhuliswa ezwenikazi lase-Afrika,bese lisakazekela kwezinye izingxenye zomhlaba. Namuhla selitshalwa kakhulu emazweni afana no-South Africa,China,Turkey kanye ne-United States.Likhula kahle ezindaweni ezishisayo ezinelanga elanele namanzi anele.[3]

Ngakho-ke, ikhabe liyisithelo esibalulekile ngenxa yokunambitheka kwalo okumnandi, izinzuzo zempilo kanye nendima yalo emnothweni.Ukulinywa nokudliwa kwekhabe kuqhubeka nokukhula emhlabeni wonke.[4]

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Watermelon production and statistics. 2023. |first1= missing |last1= in Authors list (help)