Ikhwence lasendlini
Appearance
| ||
| Umbuso (Regnum) | Animalia (Izilwane) | |
| Uzalo (Phylum) | Chordata ((Izilwane ezinomgogodla)) | |
| Iqembu (Classis) | Mammalia (Izilwane ezincelisayo) | |
| Uhlelo (Ordo) | Rodentia (Izilwane eziququdayo) | |
| Umndeni (Familia) | Muridae (Izilwana ezifana namagundane) | |
| Umkhakha (Genus) | Mus (Amagundane) | |
Ikhwence lasendlini liyisilwane esincane esiwela ngaphansi kwezilwanyana ezibizwa ngokuthi ngezilwane eziququdayo. Ikhwence lithandwa ukudliwa izilwane ezifana namakati kanye nezinyoka. lezi zilwane azithandwa ngabantu ngoba ziletha ukugula endlini futhi zizala ngokwendlulele. lezi zilwane zingaba yinhlupho ngokumosha endlini nokudla izitshalo. Zingamosha umakhiwo wendlu ngokuvula izimbhobo futhi zinamagciwane, nendle yazo ayilungile ngoba inamagciwane.