Ilanga kwehlelo lomkhathi
Appearance
Ilanga elitholakala esiphakathini kwehlelo lomkhathi, ecupheleni kwethalakazi ebiziwa ngeMilkyway .Laqala ukuba khona ngesigidigidi sesine nesigidi yesithupha, eyenziwa ngokuhlangana kwama-atom.
Usebenzi welanga
[hlela | Hlela umthombo]
Ngokusebenzisa kwelanga imbhali ezihlukile ziyakwazi ukwenza inhlobo ehlukile zokudla futhi kwenza izilwane eziphilayo zikwazi ukuphefumula. Ilanga lisiza ilwane njengabantu ukuthi sikwazi ukubona ngoba ukukhanya kwelanga lishaya lento ofuna ukuyibona sebuya emehlweni akho khona uzoyibona.