Jump to content

Ilungelo lobunikazi

Kubuya ku Wikipedia
uphawu lobuciko bomqondo

Ilungelo lobunikazi liwuhlobo lobuciko omqondo obunikeza umnikazi wobuciko ilungelo elikhethekile elisemthethweni lokufanisela, ukusabalalisa, ukulungisa, ukubukisa, nokuqhogoya umsebenzi wobuciko, ngokuvamile isikhathi esilinganiselwe. [1] Umsebenzi wobuciko ungaba sesimweni samazwi, ubuciko, imfundo, noma somculo. Ilungelo lobunikazi lihloselwe ukuvikela ukuvezwa kokuqala komqondo ngesimo somsebenzi wobuciko, kodwa hhayi umqondo ngokwawo. Ilungelo lobunikazi lingaphansi kwemingcele esekelwe ezimfunweni zomphakathi, njengemfundiso yokusetshenziswa okufanele e-United States kanye nemfundiso yokusebenzelana okufanele e-United Kingdom.

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Definition of Copyright". Definition of Copyright. https://www.merriam-webster.com/dictionary/copyright. Retrieved 20 December 2018.