Imfeshe
Ummomo

Imfeshe igama elisho umphakathi omncane ngokobulili nangokobulilisiqu . Lisetshenziswa ukubhekisela kubantu abenqaba ukubizwa ngama avamile wobulili nobulilisiqu futhi linengxenye kwezombusazwe eziqinile ezibonakala ngokwakha ubumbano kubo bonke ubuhlonzi. [1] [2] Igama elithi Imfeshe liphinde libe igama lobuhlonzi kubantu abaningi (elifana kodwa elihlukile kwelithi isitabane, unomhiba, kanye nelithi ubulilimbaxa ), eliphawuleka ngokunqantuza noma ukuphazamisa izigaba ezimbili zokuthambeka ngokobulili kanye nobulilisiqu . [3]
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ "A Queer Revolution: Reconceptualizing the Debate Over Linguistic Reclamation". 2004.
- ↑ "Making It Perfectly Queer". 1992: 11–31.
- ↑ "Exploring the Q in LGBTQ: Demographic Characteristic and Sexuality of Queer People in a U.S. Representative Sample of Sexual Minorities". 2020: 101–112.