Jump to content

Imininingo egengenezi

Kubuya ku Wikipedia
Ibalazwe lemininingo egengenezi
Ifu lemininingo egengenezi exhunyiwe ngo-Agasti 2014
Ukufakwa kohlanga olucacile lwemigomo yemvume kuyisici esibalulekile semininingo egengenezi, futhi izithonjana ezifana nalesi esiboniswe lapha zisetshenziselwa leyo njongo.

Imininingo egengenezi yimininingo efinyeleleka kalula, esebenzisekayo, ehlelekayo futhi okungabelwana ngayo nanoma ubani nganoma iyiphi injongo. Imininingo egengenezi ngokuvamile inemvume ngaphansi kwemvume egengenezi. [1]

Imigomo yombutho wemininingo egengenezi ifana neyezinye izinhlangano "ezigengenezi(-umthombo)" njengehlelokusebenza lomthombo ogengenezi, izigcoyi zomthombo ogengenezi, isiqikili esigengenezi, izimfuneko ezigengenezi, imfundo egengenezi, izinsizakusebenza zemfundo ezigengenezi, uhulumeni ogengenezi, ulwazi olugengenezi, ufikelelo olugengenezi, inzululwazi egengenezi, kanye nolweu olugengenezi. Ukukhula kombutho wemininingo egengenezi kuhambisana nokwanda kwamalungelo obuciko bomqondo. Injulalwazi engemuva kwemininingo egengenezi yayivele ikhona isikhathi eside (isibonelo emasikweni enzululwazi aseMertonian ), kodwa igama elithi "imininingo egengenezi" ngokwalo lisanda kuvela, lithola ukuthandwa ngokukhula kuxhakaxholo kanye nesizindalwazi futhi, ikakhulukazi, ngokuqaliswa kwezinhlelo zikahulumeni zemininingo egengenezi i-Data.gov, i-Data.gov.uk kanye ne-Data.gov.in.

Amaphatho

[hlela | Hlela umthombo]
  1. . p. 722–735. Missing or empty |title= (help)