Jump to content

Imivalo yomphakathi eNingizimu Afrika

Kubuya ku Wikipedia
Imivalo yomphakathi yowezi-226

INingizimu Afrika inemivalo yomphakathi eyi-12 esemthethweni egujwa minyaka yonke. Iningi le mivalo egujwa eNingizimu Afrika yaba semthethweni ngemva konyaka we-1994 ngenkathi iNingzimu Afrika ithola Inkululeko. Amaholide amaningi aseNingizimu Afrika aqala ukugujwa emva konyaka we-1995 ngesikhathi Umthetho Sivivinywa Wemivalo yomphakathi evunyelwa iPhalamende ngonyaka we-1995. Ngokomthetho Wemivalo Yomphakathi (Act No 36 of 1994)[1] lapho umvalo womohakathi ufika ngesonto, usuku lomsombuluko luzoba umvalo womphakathi.[2]


Uhlu lemivalo yomphakathi egujwa eNingizimu Afrika.

Usuku Igama Lahlongozwa
1 January New Year's Day 1910
21 kuNhlaba Usuku lwaMalungelo Esintu 1990[3]
Ulwesihlanu ngaphambi kweSonto Lephasika Ulwesihlanu Oluhle 1910
Umsombuluko olandela iSonto Lephasika Usuku Lomndeni 1980
27 kuMbasa Usuku Lwenkululeko 1994[3]
1 kuNhlaba Usuku Lwabasebenzi 1995[4]
16 kuNhlangulana Usuku Lwentsha 1995[5]
9 kuNcwaba Usuku Lwabesifazane 1995[6]
24 kuMandulo Usuku Lwamagugu 1995[7]
16 kuZibandlela Usuku Lokubuyisana 1995
25 kuZibandlela Ukhisimuzi 1910
26 kuZibandlela Usuku Loxolo 1910

Imivalo eyenzeke kanye

[hlela | Hlela umthombo]

Kusuka ngonyaka wokhetho lowe-1994, kunezinsuku okwamenyezelwa ukuthi ziyisingamvalo:

  • Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 2 June 1999[8]
  • Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 14 April 2004[9]
  • Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 1 March 2006[10]
  • Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezinfundazwe – 22 April 2009[11]
  • Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 18 May 2011[12]
  • Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 7 May 2014[13]
  • Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 3 August 2016[14]
  • Usuku lokhetho lukazwelonke nolwezifundazwe – 8 May 2019[15]
  • Usuku lokhetho lohulumeni bezindawo – 1 November 2021[16][17]

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. ↑ "OFFICE OF THE PRESIDENT: NO. 36 OF 1994: PUBLIC HOLIDAYS ACT, 1994" (PDF). info.gov.za. 7 December 1994. Archived from the original (PDF) on 21 August 2006. Kulandwe ngomhlaka 16 November 2012. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  2. ↑ "NO. 36 OF 1994: PUBLIC HOLIDAYS ACT, 1994". Government Communications (GCIS). 28 March 2008. Archived from the original on 21 August 2008. Kulandwe ngomhlaka 29 March 2008. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  3. 1 2 "Government Website: Public Holidays Archive". www.gov.za. Archived from the original on 15 September 2014. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  4. ↑ "First celebration of May Day in South Africa". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  5. ↑ "Speech by President Nelson Mandela on South Africa Youth Day Ladysmith, 16 June 1995". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  6. ↑ "South Africa celebrates the first National Women's Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  7. ↑ "First celebration of National Heritage Day". South African History Online. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  8. ↑ "Media Advisory". Department of Provincial and Local Government. 27 January 2006. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  9. ↑ "VOTING DAY A PUBLIC HOLIDAY". Department Home Affairs. 8 April 2004. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  10. ↑ "Media release on public holidays". Government Communications (GCIS). 1 June 1999. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  11. ↑ "President declares 22 April a public holiday throughout the Republic". The Presidency. 19 March 2009. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  12. ↑ "President declares a public holiday". The Presidency. 16 March 2011. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014.
  13. ↑ "Proclamation by the President of the Republic of South Africa". President. 25 February 2014. Archived from the original on 14 November 2014. Kulandwe ngomhlaka 15 September 2014. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  14. ↑ "President Zuma declares 3 August 2016 a public holiday". The Presidency. 24 June 2016. Archived from the original on 25 June 2016. Kulandwe ngomhlaka 30 June 2016.
  15. ↑ "President Cyril Ramaphosa signs proclamation on election date". The Presidency.
  16. ↑ "Local government elections to go ahead - new date set".
  17. ↑ "Elections 2021: Ramaphosa declares 1 November a public holiday".