Jump to content

Inani lokuqashwa kwentsha eNingizimu Africa liphansi

Mayelana Wikipedia

Siku-60.89% isibalo sentsha esingasebenzi eNingizimu Africa ,lokhu kuchaza ukuthi sinyuke ngo 1.17% Kusukela ngonyaka ka 2023 kuya kunyaka ka 2024.[1]Ukungasebenza kwentsha kungaholela ukuthi intsha igcine isibandakanyeka ebungebengwini noma bezinikela ezidakamizweni ngenxa yokungahlangani kwamaphupho esakhula sinawo sibancane.

Abathwese iziqu zefundo ephakeme zomsebenzi.

[hlela | Hlela umthombo]

Nalabo asebehlomule iziqu zabo zemfundo ephakeme abayitholi imisebenzi abayifundele,ngenxa yokungabibikho kwamathuba angabanela.Abanye bagcina sebephazamiseka ngokomqondo ngenxa yezinkulumo abazitholayo emindenini nasemphakathini yabo.

  1. https://www.statista.com/statistics/813010/youth-unemployment-rate-in-south-africa/