Jump to content

Indawo yokudlela ngasezimpambanweni zomgwaqo eThekwini

Mayelana Wikipedia

uSteers yindawo yokudlela edayisa ukudla okusheshayo edumile eNingizimu Afrika.Yasungulwa ngo nyaka ka 1962 ngu somabhizinisi wase Ningizumu Afrika ongamalake ngu Fred S. Steers.Lendawo yokudlela yaqala yasungulwa esifundazweni sase Goli njengendawo encanyana edayisa ukudla okuyisikhumbuzo okanye ukudla oludlelwa endlini.

I-Steers eduze kwesixeko sokuhamba kwezimoto eThekwini

[hlela | Hlela umthombo]
Phuma, ujabulele i-burger ekhaya eSteers

Lapho uhamba edolombheni laseThekwini ,kakhulukazi eduze kwezixeko zokuhamba izimoto ,i-steers indawo enhle yokuyivakashela uma ufuna ukudla okusheshayo nokumnandi. Lendawo idume ngokunikela ngama esitayela saseNingizimu Afrika, ama-burger anambithekayo kahle kanye nezitsha ezahlukene ezihlangabezana nezidingo zamakhasimende ahlukene. Kungaba yithuba elihle lokuphumula nokudla ngesikhathi uhamba noma usendaweni eyimfucuza yezimoto. u-Steers usendaweni elula yokuwufinyelela ,kakhulu laba abahamba ngezimoto noma kwabahamba ngezinyawo besuka emisebenzininoma emakhaya. inikeza indawo enethezekile yokuhlala lapho abantu bengachitha iskhathi sabo bekhululekile khona begubha ukudla abakuthandayo.

izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]