Indiza etshazayo
Appearance

'indiza' etshazayo (noma nje intshazi) indiza (cishe ngaso sonke isikhathi Indiza enezimpiko ezigxilile) ephokziswa ngesilumbamdiki sentshaza esisodwa noma ngaphezulu.
Nakuba izilumbamdiki zezindiza eziziphokozisayo ngokuvamile zifinyelela ekukhabanguleni ngejubane eliphansi kakhulu nokuphakama, izilumbamdiki sentshaza zifinyelela ekukhabanguleni kakhulu ngejubane eliseduze noma ngisho nangaphezulu kwejubane lomsindo.