Indlela yokuziphatha kukamakoti
Appearance
Umakoti ufika kubo kamkhwenyana ethobe ugqoka izingubo ezizothile afake umhezo owokuhlonipha abakamkhenyana.Umakoti kuvame ukuthi afike nezitsha zokudlela umndeni noma amalunga omndeni.
Indlela Yokugqoka
[hlela | Hlela umthombo]Umakoti ugqoka ngendlela ehloniphekile engavezi izibiliboco zomyeni wakhe,ngokujwayelekile umuntu mase eganile izimpahla azigqokayo azibi ngasenhla kwamadolo.Akabe esazigqoka izimpahla eziveza amabele nesifuba.Emzini makunomcimbi umakoti uyaheza akahambi ngamahlombe noma kunesifo umakoti uyaheza ukubonisa inhlonipho.