Ingqibi
Ummomo
Ingqibi yinkanyezi eyiqhakamelakazi elilundwa futhi iyinkanyezi yesithupha egqame kakhulu esishomeni esibizwa imPambano. Ezinkanyezini ezine ezikhanyayo ezakha unxane wemPambano, iNgqibi yinkanyezi esengonini esezansi.