Jump to content

Inhlakahliso yezempi

Mayelana Wikipedia
Umkhuzi weqembu le-1st Marine Logistics Group, kanye nomhumushi weviyo, baqoqa inhlakahliso evela kubantu nendawo e-Afghanistan ngesikhathi sokuvalasha komwezontutho wokulwa endaweni, ngoMeyi 9, 2010.

Inhlakahliso yezempi uqeqesho lwezempi olusebenzisa izindlela zokubutha ukwaziswa nokuluhlaziya ukuthola isiqondiso nesiqondo sokulekelela abakhuzibempi ngezinqumo zabo.[1] Le njongo ifinyelelwa ngokuhlolwa kwemininingo evela emithonjeni ehlukahlukene, eqondiswe ezidingweni zomsebenzi zomkhuzi noma ukuphendula imibuzo njengengxenye yokuhlelwa komgidingo noma komkhankaso. Ukuze kube nesihlaziyo, izidingo zokwaziswa zomkhuzi ziqala ngokuhlonzwa, bese zihlanganiswa ekubuthweni, ukuhlaziyeni, nasekusabalaliseni inhlakahliso.

  1. . p. 268–269. Missing or empty |title= (help)