Inkonzo (kwezomnotho)
Appearance

Inkonzo iyisenzo noma ukusetshenziswa kokuthile, umthengi, inkampani, noma uhulumeni azimisele ukukukhokhela . Izibonelo zihlanganisa umsebenzi owenziwa abancweli bezinwele, izinyanga, abameli, osonguxa, amabhange, izinkampani zomshwalense, njalo njalo. Izinkonzo zomphakathi yilezo ezikhokhelwa umphakathi (isifunda sezwe, inyunyana yezimali noma isifunda) wonke. Ngokusebenzisa izinsizakusebenza, ikhono, ubuhlakani, nobungcweti, abahlinzeka nenkonzo bazuzisa abashabadeli nenkonzo. Izinkonzo zingachasiswa njengezenzo ezingaphatheki noma imiqhogoyo lapho umhlinzeki wenkonzo enikeza ikhasimende isizima.