Jump to content

Intutho yasemanzini

Kubuya ku Wikipedia
Umkhumbi obizwa -UNyk Aphrodite uthwele iziqukathi ezifinyelela kuzi-6500.

Intutho yasemanzini (noma intutho yasolwandle) kusho ukuthutha abantu (abagibeli) noma izimpahla (imithwalo) ngezindlela zamanzi. Ukuthutha Izimpahla ngezikebhe kuye kwasetshenziswa kabanzi kuwo wonke umlando oqoshiwe, njengoba kunikeza indlela ephakeme yokuhamba yabagibeli nemithwalo kunokuthutha kwasezweni, okuvame ukubiza kakhulu makunomthwalo ngenxa yokuthintwa yizimo indawo kanye nengqalasizinda yomgwaqo / yojantshi.