Intutho yasezweni
Ummomo

Intutho yasezweni iyintutho noma umdiki wabantu, izilwane kanye / noma izimpahla kusuka kwenye indawo kuya kwenye ngezindlela ezisezweni. Lenturho iyaphambana nezinye izinhlobo eziyinhloko zokuthutha njengentutho yasolwandle, ehamba phezu kwamanzi; kanye nezokundiza, ezindiza emoyeni. Izinhlobo ezimbili eziyinhloko zokuthutha ezweni zihlanganisa intutho ngojantshi nentutho yomgwaqo.