Jump to content

Intuthwane

Kubuya ku Wikipedia

Izintuthwane

[hlela | Hlela umthombo]
Lesi sithombe siveza izintuthwane zisebenzisana zithutha isibankwa esifile.


Izintuthwane ziyizidala ezimangalisa kakhulu emhlabeni. Lezilwane ezincane zihlala enhlabathini, zisebenza ndawonye futhi zikwazi ukuthwala izinto ezinesisindo esiphindwe kaningi kunesisindo sazo[1]. Kunezinhlobo zezintuthwane ezingaphezu - 12,000 ezaziwayo, futhi zitholakala cishe kuwo wonke amazwe.[2] Izintuthwane zisebenzisa amakhemikhali ukuxhumana zodwa, njengokuthumela amasignali ngenxa yokudla noma ingozi. Zisebenza ndawonye ukwakha amakholoni, ukufuna ukudla, nokuvikela indawo yazo. E-Ningizimu Afrika zikhona izinhlobo zezintuthwane, evamile intuthwane emnyama.

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. NG, Admin (2016-11-25). "10 cool facts about ants!". National Geographic Kids (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-25.
  2. "24 Types of Ants (Identification Guide) With Pictures - VIVA DIFFERENCES" (in i-English). 2025-08-12. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-25.