Jump to content

Iphumamlonyeni likafakazi

Mayelana Wikipedia
Iphumamlonyeni likafakazi ngo-Omar Khadr

Iphumamlonyeni likafakazi liwumbhalo ocikiciwe oqophe ubufakazi balowo ofakazayo. Incasiselo eshaye emhloleni ithi "iphumamlonyeni elilotshwe phansi lacikicwa umuntu ongufakazi liqukethe ubufakazi obuphuma emlonyeni wakhe.[1]

Imithetho yezinqubo zamacala wobugebengu EMelika ichasisa iphumamlonyeni likafakazi ngokuthi: "(1) iphumamlonyeni elilotshiwe elivela kufakazi lacikicwa uyena, noma elivunywe nguye; (2) umbhalo oqoshiwe wezwi ngezwi obuya kufakazi wephumanlonyeni lakhe, noma (3) yiphumamlonyeni likafakazi phambi kwabahluleli, kungakhathaliseki indlela eliqoshwe noma laqakaqwa ngayo."[2]

  1. Civil Procedure Rules (CPR) Rule 32.4
  2. "Rule 26.2 Producing a Witness's Statement". LII / Legal Information Institute (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2020-10-25.