Jump to content

Iqaqa

Kubuya ku Wikipedia

IQAQA:

Isithombe seqaqa

Iqaqa isilwane esihlala ehlathini esinukayo esiphinde sibizwe ngokuthi isephula.Iqaqa yisilwane esihamba ngezinyawo ezine esidla utshani siphinde sikhuthale kakhulu ekwenzeni izingane .iqaqa linomzimba omncane sinombala omnyama nomhlophe, esivame ukubonakala njengesipoki kodwa kwesinye isikhathi sidingidwa njengento efana nonogwaja ngokuma kwaso kwesinye isikhathi noma ngokuhlala ezimbotsheni phansi.[1] Iqaqa lithanda izindawo ezomile, amathafa, nezindawo ezivulekile kulo lonke elase Ningizimu Afrika.Iqaqa linuka ngalendlela exakile ngoba kuze kunesisho sesiZulu esithi iqaqa alizizwa iphunga.

Iqaqa yisilwane esihambahamba kakhulu ebusuku futhi asijwayele ukubonakala siyacasha ,[2] Uma lisongelwa, iqaqa likhipha iphunga elibi kakhulu elivela ezindlala zalo , okuyindlela elizivikela ngayo ezitha.Iqaqa uma libanjwe izinja kwazona izinja zisala zinephunga elisabekayo elingaqeda ngisho iviki zinukisa okweqaqa.Iqaqa siyisilwane esingathandeki kakhulu ngoba siyanuka yikho naso sihlala sizifihlile.

Umthombo:

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Skunk" (in en), Wikipedia, 2026-02-03, https://en.wikipedia.org/w/index.php?title=Skunk&oldid=1336437910, retrieved 2026-02-24
  2. "Animal" (in en), Wikipedia, 2026-02-21, https://en.wikipedia.org/w/index.php?title=Animal&oldid=1339679748, retrieved 2026-02-24