Jump to content

Isabelomali Sikazwelonke SaseNingizimu Afrika

Kubuya ku Wikipedia

 

Isabelomali Sikazwelonke saseNingizimu Afrika uhlelo lwezezimali lwaminyaka yonke olwethulwa nguNgqongqoshe Wezezimali ePhalamende . Luyixhokviyane lendlela uhulumeni alindele ngayo ukuqoqa imalingeniso nendlela leyo mali izokwabiwa ngayo eminyangweni nasezinhlelweni zonyakamali ozayo. Isabelomali sakhelwa ukuxhasa izinto eziseqhulwini ezweni ngokuhlela kwesikhathi esimaphakathi. Imalingeniso ivela kakhulu ezinteleni, okuhlanganisa intela yemali yomuntu siqu, intela yemalingeniso yemishumanqa, kanye nentela yenzuzo eyengeziwe. Imikhakha yokusebenzisa imali zifaka phakathi imfundo, impilo, intuthuko yomphakathi, kanye nentuthuko yezomnotho. UMgcinimafa Kazwelonke ulungiselela isabelomali futhi eluse ukugunundwa kwaso unyaka wonke.

Isabelomali Sikazwelonke

[hlela | Hlela umthombo]
Isifinyezo sesabelomali sikahulumeni kazwelonke waseNingizimu Afrika sonyaka wezimali ka-2025/26.
Imali Ehlanganisiwe Yesabelomali (R billion)
Unyaka Wezimali 2017/18 2018/19 2019/20 2020/21 2021/22 2022/23 2023/24 2024/25 2025/26
Intela Yemalingeniso Yomuntusiqu 482.1 505.8 552.9 546.8 516.0 587.9 640.3 738.7 792.5
Intela ejobelwayo VAT 312.8 348.1 360.5 360.6 370.2 439.7 471.5 476.7 482.2
Intela Yemalingeniso Yemishumanqa 218.7 231.2 229.6 230.2 213.1 269.9 336.1 302.7 338.8
Ukuhweba kanye Nezindleko 53.6 54.1 61.3 60.6 54.0 62.5 76.6 78.7 84.2
Ezinye Izintela 198.3 205.8 217.9 227.2 211.8 238.4 263.0 266.2 287.9
Imalingeniso engeyona eyentela 148.6 145.7 161.6 158.5 155.3 172.2 171.4 173.6 215.2
Isiyonke 1414.1 1490.7 1583.8 1583.9 1520.4 1770.6 1958.9 2036.6 2200.8
Izindleko zikahulumeni eziqokothelwe (R billion)
UNyakamali 2017/18 2018/19 2019/20 2020/21 2021/22 2022/23 2023/24 2024/25 2025/26
Ukuthuthukiswa Kwezomnotho INgqalasizinda nokulawulwa Kwezomnotho 89.5 97.9 101.3 105.3 93.1 117.5 124.9 146.1 175.5
Impehlazimboni noHwebo 28.9 32.9 37.5 39.0 36.2 39.2 40.5 39.1 40.8
Ezabasebenzi 75.9 23.3 23.2 22.4 33.4 27.5 24.6 22.2 23.7
Ezolimo Nokuthuthukiswa Kwezindawo zasemakhaya 26.5 30.2 30.7 28.3 27.4 24.8 27.8 27.7 29.4
Ucandululo, Inzululwazi nezobuchwepheshe 20.6 15.8 16.5 16.4 17.4 18.1 19.8 20.7 20.2
Isamba 241.6 200.1 209.2 211.5 207.5 227.1 237.6 255.4 289.8
Ezokuvikela Nokuphepha Izinkonzo Zamaphoyisa 93.8 99.1 104.2 106.1 104.6 110.2 112.1 125.0 133.4
Umbutho wezokivikela Nokuphepha kwezwe 54.0 48.4 50.0 51.4 48.5 50.8 52.7 54.4 59.7
Izinkundla zomthetho namajele 43.8 45.4 48.4 49.6 46.7 50.0 51.4 53.5 57.2
Izindaba zaseKhaya 7.2 7.9 8.4 9.9 8.9 9.7 11.1 11.1 12.9
Isamba 198.7 200.8 211.0 217.0 208.6 220.7 227.3 244.0 263.2
Ezokubusa Uhlelokulawula lomphakathi Nezindaba zezimali 43.9 40.4 41.6 47.3 46.1 46.1 48.1 49.1 53.7
IziGungu eziPhethe neziShayamthetho 14.3 16.0 16.2 14.6 14.5 14.8 16.8 17.0 17.8
Izindaba zangaphandle 12.4 7.6 7.6 8.2 7.9 8.3 8.4 8.5 9.1
Isamba 70.7 64.0 65.3 70.0 68.4 69.2 73.6 74.7 80.7
Ezemfundo Namasiko Imfundo Eyisisekelo 216.7 230.4 250.4 248.6 255.1 282.8 293.7 303.0 329.2
Uxhaso LwamaNyuvesi 31.6 34.9 37.0 44.8 45.6 48.7 45.1 47.7 48.4
Isikhwama Semali Exhasa Abafundi NSFAS 15.3 22.8 33.3 37.1 37.3 46.1 50.1 53.6 55.4
Izikhungo Zamakhono Ezixhaswa ngentela 21.1 19.3 21.7 21.0 21.3 21.7 24.3 28.6 27.9
Uhlelokulawula Kwezemfundo 15.8 16.8 17.6 17.8 19.6 18.0 18.5 19.4 21.6
UQeqesho neMfundo Yobuchule namakhono TVET 7.4 10.7 12.7 13.4 13.0 12.6 13.3 13.6 14.2
Ezobuciko, Ezemidlalo, Ezokuzijabulisa nezamaSiko 10.4 10.7 11.3 11.7 11.0 11.8 12.0 12.1 12.5
Isamba 320.5 351.1 386.4 396.4 402.9 441.5 457.1 480.6 505.6
Ezempilo Izinkonzo Zezimpilo Ngokwezifunda 83.6 90.2 98.2 102.0 105.5 115.7 113.1 120.0 130.9
Izinkonzo Zezibhedlela ezinkulu 35.9 38.6 43.1 44.7 51.4 49.4 48.6 52.8 57.8
Izinkonzo Zezibhedlela Zezifundazwe 32.3 34.3 36.7 37.6 44.1 42.4 40.2 47.5 48.5
Ezinye Izinkonzo Zezempilo 25.8 33.8 35.6 35.4 38.1 40.4 46.1 40.2 47.1
Ukupathwa Nokunakekelwa Kwamalungiselelo 9.9 8.5 8.8 10.1 9.7 11.1 11.3 11.3 11.9
Isamba 187.5 205.4 222.6 229.7 248.8 259.0 259.2 271.9 296.1
INtuthuko Nengqalasizinda Yasendaweni Isabelo esilinganayo soMasipala 72.9 62.7 69.0 74.7 78.0 87.3 96.5 101.2 106.1
Ukuhlaliswa Kwabantu, Amanzi, Nezinhlelo zokufakwa kogesi 52.8 56.5 56.4 55.7 52.9 58.7 61.7 59.0 58.0
Ukuthuthwa Komphakathi 44.1 38.6 43.6 44.7 45.0 47.4 53.2 57.2 63.8
Enye iNgqalasizinda Yokuhlaliswa kwabantu NeyoMasipala 26.0 38.5 39.6 37.2 42.9 42.9 48.2 47.7 52.6
Isamba 195.8 196.3 208.5 212.3 218.8 236.3 259.7 265.3 280.4
Ukuthuthukiswa kwezenhlalo Uxhaso lwezibonelelo 66.0 71.3 88.0 105.9 84.2 92.4 89.0 99.5
Isibonelelo sabakhulile 64.5 70.5 77.0 83.1 86.5 92.1 99.1 107.0 117.4
Isibonelelo sezingane 56.3 60.6 65.0 69.8 73.3 77.2 81.9 85.8 90.4
Social Development 19.2 20.6 22.3 23.3 23.6 22.0 21.4 22.0 23.3
Disability Grant 21.2 22.1 23.1 24.4 23.6 24.7 26.8 29.2 30.2
Ezinye izibonelelo 10.7 9.7 10.1 10.6 12.2 54.3 46.0 44.2 46.7
Uhlelokulawula lezibonelelo 8.3 9.8 9.6 10.0 10.2 9.9 10.9 10.1 12.6
Isamba 180.0 259.4 278.4 309.2 335.3 364.4 378.5 387.3 420.1
Izindleko zesikweletu 162.4 180.1 202.2 229.3 269.7 301.8 340.5 382.2 426.3
Inqolobane yokungahleliwe 6.0 8.0 13.0 5.0 12.0 10.0 5.0 5.0 5.0