Jump to content

Isifungelo

Kubuya ku Wikipedia
Isifungelo sikaLetitia Carson, sangowe-1863

Isifungelo (noma incwadi efungelwe) igama elichaza iphumamlonyeni elibhaliwe elenziwe ngokuzithandela umuntu osondelene naye noma umuntu ophikisayo ngaphansi kwesifungo noma isiqinisekiso phambi komuntu onegunya. Iphumamlonyeni elinjalo lifakazelwa ngobuqiniso besicikicelo somuntu okufungwa phambi kwakhe, njengommeli noma umfungisi. Isifungelo siwuhlobo lwephumamlonyeni elifakazisiwe noma eliqukethe isifakaziso, okusho ukuthi isifungo esenziwa ngaphansi kwesijeziso uma singamanga . Lisebenza njengobufakazi bobuqiniso bayo futhi liyadingeka ekuqulweni kwecala.

Incasiselo

[hlela | Hlela umthombo]

Isifungelo sivame ukuchazwa njengesimemezelo esibhaliwe noma iphumamlonyeni elifungiswa noma eliqinisekiswa phambi komuntu onegunya lokufingisa. Alikho uhlobo elicacisiwe elijwayelekile lesifungelo, nakuba kwezinye izinqubo isifungelo kufanele sanelise izimfuneko zomthetho noma ezingokomthetho ukuze sibhekwe. Isifungelo singase sihlanganise,