Isigcibishe
Ummomo

Izigcibishe zokudubula yizinto ezinezinhlobo nezimo ezahlukahlukene ezisetshenziselwa ukudubula ngesibhamu, isithunyiso (rifle), ugongolo (shotgun) kanye naseimidlalweni yokudubula, kanye nezicibo (darts), ukucibishela, nokunsala umnsalo nomcibisholo kanye neminye imidlalo ehlobene nezibhamu. Indeni ivame ukubizwa ngokuthi inkengelele (bulleye). Izigcibishe zingenziwa ngephepha, injoloba "ezilaphayo" noma inqimbi . Kukhona futhi nezigcibishe zamazuba ezinganikeza umdubuli impendulo eqondile yendawo yokudubula.