Jump to content

Isigculo Sasemkhathini Samazwe

Mayelana Wikipedia

Isigculo Sasemkhathini Samazwe ( ISS ) siyisigculo esikhulu sasemkhathini esahlanganiswa esihamba ozungezweni oluphansi futhi sinakekelwa izinhlangano ezinhlanu zomkhathi nabasebenzi bazo ngokubambisana ezifana: noNASA (yaseMelika), i-Roscosmos (Russia), i-ESA (Europe), i-JAXA (Japan), kanye ne -CSA (Canada). Njengesgculo sasemkhathini esikhulu kunazo zonke esake sakhiwa, sisebenza ngokuyinhloko njengeskhungo sokwenza imigcanso yenzululwazi kumnyondoncinci kanye nokufunda indawo yasemkhathini .