Jump to content

Isiklamo esiphathwayo

Mayelana Wikipedia
I-Samsung Galaxy S25 Ultra - isibonelo sesiklamo esiphathwayo

Isiklamo esiphathwayo siyisicikizi esincane ngokwanele ukuba siibanjwe futhi sisebenze sisesandleni. Iziklamo eziphathwayo ngokuvamile zifukuthwa iziphathanzuba futhi zinesihenqo esiyisicaba kanye nesiklamo sokufaka esisodwa noma ngaphezulu esakhelwe ngaphakathi, njengesihenqo sokuthinta noma uqwembe lokuqhofoza . Iziklamo eziphathwayo zesimanje zivame ukugcizelela ukuba nohleloxhumano olungenantambo, kokubili ukuxhuma kuxhakaxholo nakwezinye iziklamo eziseduze nazo, njengezigcogco noma izinhlelo zokuzijabulisa ezingaphakathi emotweni, ngokusebenzisa- iWi-Fi, i-Bluetooth, uhleloxhumano lwekhukhu, noma ukuxhumana okuseduze .

Izinhlobo

[hlela | Hlela umthombo]
UMakhalipha (i- iPhone )
Isicikizi esiyisibhebhe sakwa -Android (i- Samsung Galaxy Tab )
Amawashi ayisithatha ( Iwashi le-Samsung Galaxy )
Izibuko eziyizithatha ( zakwa Ray-Ban )
Isithuphuluzi somdlalo wevidiyo ephathwa ngesandla ( i-Nintendo Switch )