Isikole samabangaphansi


Isikole samabangaphansi (e-Ireland, e-India, e-United Kingdom, e-Australia, eNew Zealand, eTrinidad naseTobago, eJamaica, eNingizimu Afrika, naseSingapore ), isikole eiyisisekelo (eNyakatho Melika nasePhilippines), yisikole semfundo yamabangaphansi yabantwana abavame ukuba neminyaka engu-4 kuya kwengu-11 ubudala. Isikole samabanga aphansi silandela isikole esiyinkulisa futhi silandewle isikole samabangaphezulu .
Ngokwenhlangano ebizwa- International Standard Classification of Education imfundo yamabangaphansi iyisigaba esisodwa lapho izinhlelo zivame ukuklanywa khona ukunikeza amakhono ayisisekelo ekufundeni, ekubhaleni, kanye nezibalo kanye nokwakha isisekelo esiqinile sokufunda. Leli yizinga lokuqala -ISCED Level 1 : Imfundo yamabangaphansi noma isigaba sokuqala semfundo eyisisekelo.
Amagama
[hlela | Hlela umthombo]Igama elithi "isikole samabangaphansi" liyinhlanganisela yamagama amathathu isikole (elisuka kusiFulentshi 'école primaire') nelithi amabanga elihlanganiswe nelithi aphansi.
Izikole zamabangaphansi
[hlela | Hlela umthombo]
