Jump to content

Isiphongo

Kubuya ku Wikipedia
Ibunzi elisondeziwe

Emzimbeni womuntu, isiphongo noma ibunzi, isimongo, siyindawo esekhanda enqalwe ulwangu oluthathu, ezimbili zogebhezi kanye nenye yokhakhayi . Ingxenye ephezulu yebunzi iphawulwe ihlonhlo, umkhawulo wendawo lapho izinwele ekhanda zikhula khona. Ingxenye engezansi yebunzi iphawulwe ngomugqa wesikhophoco, ulwangu lwamathambo ekhanda ngaphezu kwamehlo. Izinhlangothi ezimbili zebunzi ziphawulwe ngomugqa wezinhlafuno, ulwangu lwamathambo axhumanisa ihlonhlo nomugqa we -coronal suture nangale kwawo. Kodwa-ke, amashiya awayona ingxenye yesimongo.