Isiqiwi Senkululeko
Isiqiwi Senkululeko siyisiqiwi esitholakala eSalvokop ePitoli . Sihlanganisa isikhumbuzo esinohlu lwamagama alabo ababulawa eMpini yaseNingizimu Afrika, eMpini Ymhlaba yokuqala, eMpini Yomhlaba yesibili kanye nangesikhathi sobandlululo . [1]




NgoMashi 2009, amaqhawe omzabalazo wenkululeko angamashumi amabili nane angasekho aphakanyiswa ukuthi ae yngxenye yesikhumbuzo. Abanye babaholi besizwe abakhethiwe bahlanganisa uSteve Biko, u-Oliver Tambo, uHelen Joseph, uChris Hani, [2] u-Albert Lutuli, noBram Fischer . Abaholi bamazwe omhlaba kanye nabezwekazi nabo babephakathi kwalabo ababecatshangelwa ngamagalelo abo ekukhululweni kweNingizimu Afrika nabantu abacindezelwe. Abaholi bamazwekazi abaqokiwe bahlanganisa uMengameli waseMozambique uSamora Machel no -Amílcar Cabral . Phakathi kwamaqhawe aphesheya kukhona uChe Guevara, umvukeli ongumngane woMongameli wangaphambilini waseCuba uFidel Castro, kanye noToussaint Louverture, owalwa ngesikhathi sempi yenkululeko yaseHaiti . [3]
Ukwakhiwa
[hlela | Hlela umthombo]Ukwakhiwa kwesiqiwi kwenzeke ngezigaba ezahlukene futhi kwasingathwa yiStefanutti Stocks, WBHO, Trencon, Concor nabanye. [4]
Lo msebenzi wawuqondiswa ngokuphelele nguMongane Wally Serote . [5]
- ↑ "Freedom Park.co.za". Archived from the original on 2023-05-08. Kulandwe ngomhlaka 2023-05-10.
- ↑ Cite error: Invalid
<ref>tag; no text was provided for refs named "bn". - ↑ Trust Honours Struggle Heroes[dead link] March 18, 2009
- ↑ "Stefanutti's work on Freedom Park nears completion". Engineering News. 13 August 2009. Kulandwe ngomhlaka 4 August 2011.
- ↑ "Mongane Wally Serote (1944– )". The Presidency of South Africa. Archived from the original on 3 October 2018. Kulandwe ngomhlaka 4 August 2011. Unknown parameter
|url-status=ignored (help)