Isizindalwazi sokuxhumana somhlaba jikelele

From Wikipedia
Izingxenye ezixhunyiwe zixhumana nokuqukethwe usebenzisa i-Web

Isizindalwazi sokuxhumana somhlaba jikelele phecelezi i-"World Wide Web" (WWW) isizinda solwazi lapho kugcinwe khona amakhasi anolwazi phakathi kuhleloxhumano lomhlaba okanye i-intanethi. Lona leli gama isizindalwazi sokuxhumana somhlaba jikelele libuye lisethsnziswe ndawonye naleli elithi i-intanethi kodwa awasho into efanayo. Lamkhasi uwabona kwi-khupytha, umakhalekhulekhuwini, emotweni, kumabonakude okhaliphile, kanye ne laptop ngokusebenzisa isiphequluli. Isizindalwazi sokuxhumana somhlaba jikelele lesi esisibona namhlanje sasungulwa ngonyaka we-1989 nguSosayensi wesiNgisi ogama lakhu nguTim Berners-Lee.

Sisebanza kanjani[hlela | edit source]